EzaseCoast News

EzaseCoast News

Share

Media Project🎬

Photos from EzaseCoast News's post 29/07/2026

EZASECOAST NEWS

Umphakathi ukhala nge home yase mlazi engena gesi sekuphele izinyanga ezu4 ugesi ungabonwa bakhala ngokuthi ogogo babo bakhala ngamakhaza njengoba isimo se weather sinje. Kuphinde kwavela nokuthi kuke kwashona ogogo abathathu ngobusuku obubodwa imindeni ekhathezekile icela noma iluphi usizo lakungafinyelela khona loludaba abanye bogogo basuka khona Emgababa.

17/07/2026

Namhlanje, uMnini Traditional council kanye no Mnini Community Trust bebevuselela ubudlelwano babo beqinisa nezokuxhumana emva kwesikhathi eside lezizinhlanhlaka ezibhekelele ukuthuthuka esizweni samathuli zaqhelelana.

Okuvelile ukuthi kusuka manje zizobambana ngezandla ukuletha intuthuko ezizweni futhi zibambisane kukho konke.

05/07/2026

Umkhandlu ukhala ngokuthi awaziswanga ngokubekwa kwenkosi entsha yaseMathulini ithi akulandelwanga imigudu efanele kusho usekela sihlalo uGidi Luthuli

05/07/2026

Umkhandlu ukhala ngokuthi awaziswanga ngokubekwa kwenkosi entsha yaseMathulini ithi akulandelwanga imigudu efanele kusho usekela sihlalo uGidi Luthuli.

05/07/2026

Umsindo ngezinduna ezihamba ngambili esigodini esisodwa endaweni yasamathuli

Photos from EzaseCoast News's post 27/04/2026

Soweto Derby Tates Kasi Guests EzaseCoast News Highlights

15/04/2026

Induna yesigodi sase Danganya umnumzane Sphiwe Mthembu behamba nomkhandlu wakhe banikele ngama uniform aw-20 emGababa Primary School uthe loluhlelo luzoqhubeka minyaka yonke uphinde wathi bazozama nokuxhasa u Grade 7 uma usuya ema High school.

Photos from EzaseCoast News's post 28/03/2026

Blocks,River Sand,plaster Sand available for sale
WHATSAPP 068-205-7520 ☎️073-803-1638

01/03/2026

Ukufunda nokufundisa izingane zase Mnganiwakhe high school kuphazamisekile kulezinsuku sixoxisana nabazali abakhathazekile ngezingane zabo babike ukuthi sekuphele isonto izingane ziphuma early zithi azifundi abazali sebefisa ngisho i department iphendule ngokwenzeka esikoleni lokhu kuvele sikade sixoxisana nabazali abanezingane ezifunda esikoleni,bathi bafisa engathi zingasheshe zixazululeke izinkinga ezihlasele esikoleni

Photos from EzaseCoast News's post 01/03/2026

Yesterday's Highlights Tates Kasi Guests obengekho uphutheliwe ngoba anisihloniphi isimemo 😅💯

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Pietermaritzburg?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Telephone

Website

Address

Umgababa Area 24 , Dumisane Makhaye Road , 4145,5
Pietermaritzburg
41044