Isiwasho sezimanga MaKaula Swaa
Isiwasho sika Gogo Makhawula
15/10/2026
Baningi abathi bayamazi UNkulunkulu kodwa ngemisebenzi bayamphika. Sengathi UNkulunkulu angawavula amehlo wakho ubone abaqambi manga, abaholela abantu baka Jehova ebumnyameni. Bonke abamkhonzayo sengathi bangamkhonza ngeqinisoπ.
15/10/2026
Can you spare a minute to help Feziwe Veronica Memela? Stop the Online Asylum Registration Plan
14/10/2026
Sengathi singaqinisa kakhulu emthandazweni ππΎπ―οΈππΎ ngoba baningi abafisa ukusibona sihluleka empilweni π. Ngane zakwethu kunabantu abasempini nawe abalwa nempumelelo yakho π, Abanye baseduzane nawe kodwa abakufiseli okuhle ππΎπ―οΈππΎπ. UJehova akakusize akuphephise kuzona izimpisi ezembethe uboya bemvuπ.
13/10/2026
Kungenzeka ukuthi kukhona ubuhlungu odlula kukhona njengamanje πππ, ngicela ukukwazisa ukuthi akukho okungadluli π°οΈ π. Konke kunesikhathi sakho β²οΈ. Lempi obhekene nayo iyadlulaπ. Lo buhlungu obhekene nabo buyadlula π. Namoma yini ekukhathazile π njengamanje izodlula π―οΈ. Sikhonza UNkulunkulu wezikhathi, seasons change. Bambelela ekuthini ebusika kubuna konke, bese kudlula ibusika, kuthwase ihlobo, konke kuqale kube kuhle π».
12/10/2026
Ayikho into ebuhlungu njengokuthi uthathe umuntu njengomngani wakho umsondeze eduze kwakho, kanti usondeza isitha esizomosha impilo yakho ππππ. Iningi labantu esibasondeza kuthina sithi sizama ukwakha nabo ubuhlobo baphenduka izitha kuthina. Kunomuntu owathi wothemba itshe kunomuntu ππ. Sengathi I Nkosi ingabaveza bonke abasondela kuwena, kanti bahlose okubi ngempilo yakho πππΎπ―οΈππΎ.
Kungenzeka ukuthi konke okuzamayo akuphumeleli πππ, umsebenzi Awutholi ππ, ibhizinisi olizamayo aliphumeleliππ, konke nje akuhambeli phambili πππ. Kungenzeka ukuthi konke lokhu kubangwa ukuthi inhlanhla yakho ivaliwe πππ.
09/10/2026
Umkhuleko wanamuhla ebusuku uthi Nkosi lapho kuphela khona ithemba kimi Nkosi ngicela uvuselele ithemba kimi, uqinise ukukholwa kwami. Lapho kumnyama khona ungikhanyisele Nkosi ππΎπ―οΈππΎπ. Lapho kuvuka izitha ngicela ungifihle emehlweni wazo π―οΈππΎπ―οΈ. Lapho ngiduka khona ngicela ungikhombise indlela eya ekukhanyeni, nasempumelelweni ππΎπ―οΈππΎπ.
Click here to claim your Sponsored Listing.
Telephone
Website
Address
Mabopane
4295
Alerts
Be the first to know and let us send you an email when Isiwasho sezimanga MaKaula Swaa posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.