Injula Yethongo

Injula Yethongo

Share

Siphila emseni kaJehova neThongo

01/08/2022

Nasi iskhafulo sefoni (ngabe ufuna ukubuyisa umuntu wakho or ufuna ekuqome efonini)
*Mazwahlabayo
*Mthunyelw
*Memezi wabasuthu
*Munyu
*Delunina
*Mdumaphansi
*Ikhathazo
*Isivumelwano
*Impathampatha
Mix all ugeze ugqume ngakho 🤞 only 1day bese uthatha okunye ukufake emlonyeni ukhulume naye kusemlonyeni

Ngiyozwa ngawe

01/08/2022

Zinsizwa!
Akenizame ukunciphisa ukudla lenyama eyi braai pack yenkukhu eniyithengayo ezitolo.ake udle ulamthuthu ozinqumele wona ESP uma unenkinga yokungavuki kwenduku ibe neSiyezi ushaya one round isiyovuka ekseni nakhona 2min usuqedile!

Gaya u(SKHUNINGOMILE) ukhothe wehlise ngamanzi ma uvuka ekseni nalo kyomele livuke.

31/07/2022

CAMAGHU PHAKATHI EMAKHOSINI

*umwelela
*ikhathazo
*Ibhekamina
Khafula 10x uthi ndiyakuthanda ndiyakucinga dali wam.
ABATHANDANAYO NABASA SHELAYO.

*Rama (food)
*Roseline
Futha 3days bajike nawe Abafana/Amantombi.

*Mazulayithole
*Mhlambamanzi
*Ndlelazimhlophe
*Rain water

Phalaza kubanda ekuseni empumalanga ubone ubomi buqhubeka ngoba izithunywa/nezihlwele zihlambulukile.

*Intelezi mix
*mzaneno
*Mavulakuvaliwe
TSHIZA / CHELA EKHAYA NAKU BUSSINESS. NAWE UGEZE UCHITHE around the yard

*Olive oil
*R10 oshisiwe
*Mayisake Obomvu
Thathi mpande zo Mayisake ushise ne olive ucele kuvuleke kwezo mnotho nempumelelo.

Uzovasa/Geza ngalowo mlotha namanzi uhambe uye kwi bussiness or gambling.

*shoba'lehash
*momotheka
*Mlomomnandi

Phalaza kubanda kucace inkulumo futhi yisihlanzi esihle egazini .

*Delunina
*Beyishelenini
Khotha/phuza ngamanzi ulale nodali wakho uthule ujonge uthando

31/07/2022

Thokoza edlozini gogo nomkhulu

Ibhodlela lokugada ikhaya noma istolo kubantu abagangayo

-Insinda
-Amafutha ebhubesi
-indabulavalo yonke
-Amafutha Omkhovu
-Ovuka bonke
-Velemoyeni
-Insele
-Imamba emnyama Amafutha

Gqiba esangweni noma ulengise phezulu emnyango wokungena

31/07/2022

Thokoza edlozini gogo nomkhulu
Mungahanjelwa yilutho empilweni udonsa nzima Nasi ISIGQABO

Intloni amafuta
Mpisi'''''
Landa''''''

Imithi
_________
Thunzentaba
Nkanyezolwandle
Mkhanyakude
Mlomomandi
Khathazo
Nhlanhlemhlope
Velabahleke
Vulakuvaliwe

Hlanganisa ukhande isiGqabo or ufake body lotion yakho

Njalo uthambisa/Gcoba uyakhuluma ofuna kwenzeke nofuna kuvuleke

31/07/2022

Bhoqo
Phoqo
Sbhaha
Khasi labhanana
Chela igceke lonke kuphuke umthakathi

31/07/2022

Uma iqolo libuhlungu noma unomeqo
Cucudwane
Mathunga kancane
Nguduza kancane
Ipheke uchathe 1 spuit size 7

31/07/2022

Angithi nithi idlozi liyanihluphekisa.
Nithi idlozi alininaki.

Wena usulenzeleni.
Uholile...uke wayibika leyomali emsamu? Kanti eyakho leyo mali noma eyabo?maybe yingakho isiphelile njer 🤔 Ngoba usuholile uke wabenzela njer itiye? Koda wena ubusuphuza ama savanna 🍻 nama4street Wazi kahle ukuthi kunezingane ezidinga ukugezwa zimiselwe iladi🕯, koda wena uziJuxuxa kuze kuse.
Uze uthi, it Friday guys.🤔 Izithunywa zakho zafika zakukhombisa amajazi , uke wathatha imali wayothungisa ? Ekhaya uke wathumela imali? Uyingane yakomalume koda awukaze ucabange ukuyofaka isphandla,why?ngoba imbuzi iyanuka🐐 ? Idlozi lihlezi likukhombisa ushwa ngezi chitho , usuzitholile iziwasho or waya kogeza?

Ngifuna niyeke ukusukela amadlozi ngoba inina enizakha imiphuphe. Asikho isihlahla esingena zimpande.

Mkhulu Mkhize
Umqansa uqobo lwawo.

30/07/2022

Kogxaza igazi uma bekujwayela kabi kuphiswana nge 🍑 ungekho.

Ishaqa
Umopho
Umnembo

Phuza before nizijabulise wena ndoda bazokopha balimale izitho zangasese.

30/07/2022

UMA WACHITHEKELWA ISISU NOMA WALALA NOMUNTU OZILILE: 1. Intolwane 2. Cishamlilo 3. Mlahlankosi 4. Umlulama 5. Isiqungwa Futha ugeze uphalàze three days. Inhle nasekugezeni idlozi. Uphalaze ugeze makade kunesifo.

Faka inyongo negazilenkukhu emhlophe uma ushonelwe isoka noma ingane or umzali.

29/07/2022

N**i izinto obona ngazo ukuthi unabantu abadala.1uba nezitha ongaxabene nazo 2uma usebenza uxabana nabantu ubenenhliziyo encane uyeke nomsebenzi.3ngisho nomndeni wakho uphenduka izitha kuwe 4uma unomuntu othandana naye nixabana njalo nibange into engenasdingo,,kuze kuphele nothando.5kuqhamuka ukugula okungaqondakali okwehlula ngisho odokotela 6uma ungumuntu osebenzisa ugwayi noma utshwala wena ukwenza ngokweqile7usukelwa ngabantu bethi wenze into ungayenzanga.8neyingkzi zidlalela kuwe kodwa usinde ekufeni10 ubanenhlanhla yesikhashana ibuye inyamalale ngokushesha11uphuphe usesikoleni.

28/07/2022

Lenduku eyamadoda 🍆💦 aseshadile hhay abafana abancane bengaze bechithe imizi yabantu
*Uqonsi
*Mathunga
*Udlutshani
*Ubangalala
*Ubisi 1lit

Bilisa 30min bese uyisefa isipholile. Lana uchatha Ngo 1cup bese uphuza ubisi

NB//ukwenza esekhona umuntu endlini ngb uyokubona okwabonwa usawula ebheke.......

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Umlazi?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address

Umlazi