Mkhulu Mawandla Idlozi Lamanzi
Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Mkhulu Mawandla Idlozi Lamanzi, Johannesburg.
MKHULU MAWANDLA INDUMANDUMANE EYADUMA EMAZWEN YANGADUMA KWELAKUBO UMKHULU MPHAZIMA UNDLANGAMANDLA ISTHUNYWA SAMANZI SIYESEBENZA SILAPHA KONKE NOMAYNIN NOMA NGABE UKUPHI NEZWE GOD BLESS YOU READING
16 December kunomcimbi ohlelwayo lapha pongolo esgodini sasopongolo...uhlelwa u Umkhulu Mawandla 🕯️🤍🧎👏amen
Planing to make her my wife very soon ya'll shall be sent invitations , venue and time along with the date 🙏💓
Thokoza
+ Amagobongo
Igobongo nokhamba kuyizinto ezu 2 ezahlukene yize abantu sebakubiza ngegama elilodwa elithi "Igobongo".
What is igobongo ?
Igobongo kusuke kungumuthi wobulawu omiselwa ukulapha imimoya not idlozi. Imimoya yebongo ingu 3 kuphela kuba uMndiki,uMdawu & uMnono. Wonke umuthi ophilayo unayo yomithathu lemimoya.
Umuntu uyenzelwa amagobongo amiselwe ngezinkukhu ezu 3 bese ewaphothula ngezimbuzi ezu 2 nenkukhu yoMnono. Abanye baphothula ngembuzi eyodwa nezinkukhu ezimbili.
Imbuzi yokuphothula amagobongo awuzikhetheli wena ngokuthanda kwakho kumele uyiboniswe ngamaphupho before uyithenge or wisebenzise. Kuyalindwa uma udla amagobongo ungajahi ukuphothula bengakasho abantu abadala bengakakubonisi imbuzi yabo abafune uphothule ngayo. Igobongo liyisiko elenzelwa wonke umuntu.
Igobongo liyisabelo somuntu lihlambulula imimoya yakhe ukuze isiphiwo sakhe nehlanhla ivele obala. Lingu mhlahlandlela womuntu, after esephothuliwe amagobongo kuyale kucace ukuthi umuntu uhlushwa yini or kumele alungise kuphi. Uma umuntu enebizo lobungoma konke kuyacaca kumkhanyele liqale ithongo lakhe lixhumane naye limbonise izinto limuvezela okumele akwenze or limkhombisa umuntu ozomlekelela amusize.
Ukudla igobongo akusho ukuthi kumele uthwase ubeyisangoma or prophet kepha liyakhanyisa empilweni yakho.
THOKOZA BOGOGO NOMKHULU ❤NIKAHLE NONKE?
usekhiphile umft lapha maarn ayi lengoma yakhe ilimaza mina uqobo ithinta mina straight maarn😔❤❤❤❤❤❤ngizwa nj ngathi ubonisa min ....ya SShiyabejabule Khãyâh NdwandweKShiyabejabule Khãyâh NdwandweNShiyabejabule Khãyâh Ndwandwe
mft umuntu uyajika by shiyabejabule ( sandile khayelihle)❤❤ makwander mft makwande qhawe lakithi thokoza mkhulu yayshaya into yakho nino skhiba sengane ejozini cah uya producer lapha lomft ☺❤nkulunkulu akubusise idlozi liqhubeke likukhanyisele bafo ❤👏ngyajabula mawenza nje yize kuzoba nezivungu vungu zomhlaba wemft ungapheli amandla uyaphila nsizwa umoya wakho uyaphila ❤❤😊😊👏ayi mshana syabonga zwide ❤🐾😇WAWKHUPHULA UMASKANDI EMDONIN WAWENZA WABASEZINGENI ELIFANELE ❤❤🐾wathola kulelwe wavusa mft iward 9 pongolo nje emdonin uwvusile mft angifun ukusho okuningi ngoba kuzoshukuma zikhale😄 Cah ngithi nje mina nje ngomkhulu mawandla mshana UP !!!!! UP!!! KHUPHUKA LAPHO MFO KAZWIDE MADODO AW MTAKASIS MADODA "LOVE IS PAIN" ❤❤🍺🍺🍺🍺CAH LENA WE MUST CELEBTRATE KSASA❤🍺🍺🍺 FRIDAY 07 SHIYABEJABULE SONG LOUNGE DAY CHILLAS ❤❤❤❤❤❤
up !!!!! up!!!!
!!!!!
05/10/2022
FROM THIS COMING FRIDAY TILL 24TH😊😇
MPUMALANGA REVAL TOUR ❤👏🐾
OGIES ❤👏
KRIEL❤👏
BETHAL❤👏
KINROSS❤👏
Click here to claim your Sponsored Listing.