Mama wengani
its only me
29/01/2026
Traffic yatdai
Hi guys ngicelan uthando
🤣🤣🤣🤣🤣🤣
When u got a brother
💔😫MAMA ITHUNA LAMI LISEMVAKWENDLU 😭😭
P1
Mina nginguMakhuzwayo ngigane esthenjini umnakwethu uMaCele uyena omdala umaCela mina ngingomncane umnyeni wethu Ungu dokotela wezilwane usiphethe Kahle sino mnakwethu sakhe egcekeni elilodwa sihlukene ngezindlu umnakwethu Ungu nurse mina nginguthisha konke Nje empilweni kuhamba Kahle ngaphandle kokuthi ngina 8 yrs ngashada Kodwa asikaze sikhulumisane nomnakwethu ngazama mina ukusondela kuye Kodwa akazange aze angimukela ngaze ngakhetha ukuhlehla NAMI ngambikela umnyeni wethu ngalonto Kodwa wathi ñaye usehlulekile ukukhulima ñaye so angiphumeke kuye ngimyeke kanje ngenza njengokusho kuka sokhaya uGatsheni siphila lompiloke nje la egcekeni lokubukana yenake unabantwana bamantombaze abayisihlanu akanaye umfana mina nginezinto ezimbili nomfana oyedwa okunguye omdala esingamazi wathathwa ubani umntwana sesamfuna saze sakhathala walahleka eneminyaka emibili nje vooooo wagcina ukubonakala edlala Khona la egcekeni wayesele no nanny wakhe kwangena ucingo ngisemsebenzini luvela ku nanny ekhala wathi sisi umntwana ulahlekile la egcekeni sengimfune yonke indawo angimtholi ngacela ngaso leskhathi ngaphuthuma ekhaya mangifika sekukhona nomakhelwane wabhekwa umntwana Wami Kodwa lutho ukumthola KWAZE kwafika namaphoyisa ehamba nezinja Kodwa sahluleka ukumthola kwafika ubaba wakhe waphuma nezinsizwa zendawo benyuka izintaba namagquma behamba nasemathafeni behlisa imifula nemihosha Kodwa abazange bamthole kwaba into yokuqala yokugcina le yokulahleka komntanami kulendawo esakhe kwakuthuke wonke umuntu KWAZE kwayiwa ezangomeni nakubathandazi Kodwa bezibhudela nje saze saphonsa ithawula lapho ngase ngizace ngingamathambo n into engingasoze ngiyilibale le yangishiya neslonda esingapholi ngyoze ngiyongena egodini naso ngingazi ukuthi umntwana Wami wadliwa YINI uyaphila YINI la ekhona noma sewaba koyise mkhulu ibuhlungu lento mihla namalanga ngiyayicabanga ayidluli yize senginabo unana Kodwa umfana Wami ngiyamkhumbula ngiyamthanda 😭😭😭
Iyaqhubeka indaba on comment section
P,2,3,4 follow me
Sisi Laiza The Mop Driver ....im looking for your watsapp channell did you delete it its December now ama job opportunities maningi
14/12/2025
My daughter my pride
14/12/2025
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Website
Address
20 Oswald Mntshali Street
Alberton
1448