Mara Tuppawz
ngiyadayisa Tupperware ngiyajoinosa uma ufisa kuziqalela elakho ibhiznis lama Tupperware
100r
30r
Honey fashion
Ngifisa into ethi ayibe kanje uma ungena ku wtsp,
Mngeni Tupperware hub
24/09/2026
Uma ubhorekile mzala uzifundele lama novels, ipage Indandatho enonyembezi ngeke uzisole
THE CONTRACT
°
°
Chapter 50
°
°
KWA DUMA
U Khetha ungena ekameleni lika Amile umthola uhlezi embhedeni.
Cha uyabona u Khetha ukuthi umoshile lana ngalokhu akwenze kwi ndodakazi yakhe izolo ukuthi nje kuningi nakuyena okwenzekayo.
Amile"uma uzele lana ukuthi ngicele uxolo kuwena Khetha'vele ukhohlwe" ediniwe
Khetha"ayi udinwe ngempela musangibiza ngegama lami engaliqanjwa u Baba no Mama'" ehleka
Avele amubuke kabi u Amile u Khetha and akekho nhlobo emdlandleni wakhe
Khetha"lalela Princess u Baba wonile kakhulu kuwena bekungamele akwenze lokhu akwenzile ukukhiphela kuwena ukudinwa kwakhe ngiyaxolisa ngempela mtanami futhi angiyena umuntu omubi mina futhi i will never hurt my own child
Amile" Baba you hurt me izolo wangiphushela kusofa ungenandaba nokuthi ngishayeka kanjani
Khetha"ngiyaxolisa ngempela mtanami futhi lokhu okwenzekile angeke kuphinde kwenzeke,ukuthi nje nawe Amile ngithena ngisadinwe indaba ka Mxolisi wavele wafuna ukuhamba uye kuyena
Amile"Baba u Mxolisi mina ngiyamazi and akasoze akudayisa kalula kanjalo and Baba uthena akabulawe u Mxolisi and i will never forgive you for that ngoba wena ungiphuca umuntu okuyena yedwa who understands mina kulomhlaba Baba'umuntu othanda mina ngedwa'Baba u Mxolisi wamukela mina Amile ayi omunye muntu and wena uthi akabulawe'ngophinde ngimtholephi mina omunye u Mxolisi,worse ngazi kahle Baba ukuthi noma ngabe leyo file ithathwe kwi laptop yakhe kodwa akazange wayikhipha yena ngiqinisekile ukuthi u Mlaba ndlela thize uyitshotshile" ethetha
Khetha" ngenhlanhla yakho Amile abazange bamthole u Mlaba nomndeni wakhe emzini wakhe kodwa umuzi is burnt down'mina ucingo lwakho and you are free to go nomaphi lapho ofuna ukuyakhona"ephosa ucingo luka Amile embhedeni ephuma ehamba.
°
°
°
U Mzwakhe uphuma e bathroom uthola u Zipho uhlezi embhedeni wakhe uze usonge nemilenze
Mzwakhe"yini ke ungihlasele ngani Zipho ekuseni ngoba into eni good kuyona leyo nino Mahubo" encifa
Zipho"iphi i USB Baba oyinikezwe u Mlaba?
Mzwakhe" angikwazi ukuthi ukhuluma ngani Zipho
Zipho"lalela Baba anginaso isikhathi eside kumele ngiphuthume emsebenzini mina ngiyobona ukuthi senzenjani njengoba isimo sikanjena nje" esukuma embhedeni
Mzwakhe"angikwazi nokuthu ukhuluma ngani mina Zipho
Zipho" Baba u Mlaba wakunikeza i USB enama files amabili kuyona so please hand it over"ethetha
Mzwakhe" sengathi sengijwayelaka kakhulu ke manje Zipho!
zipho"Baba usiqambele amanga lana no Mahubo wasenza sakholwa ukuthi you had nothing to do ne takeover yenkampani ka Mthombeni meanwhile uwena oyithathile Baba" ethetha kakhulu
Mzwakhe" Zipho awuzongithethisa njenge ngane mina and angisayimeli nhlobo yonke le nonsense yakho no Mahubo mina"ethetha
Zipho" just give me the files ke Baba ngiphume kuwena"ethetha kakhulu
Mzwakhe"akukho file engizokunika yona wena Zipho yezwa and hlukana nokuzifaka ezintweni ongahlangene nazo ngoba muqhubeka Zipho uzongiphoqa mina ukuthi ngitshele abo Mthombeni ukuthi ungubani wena" ethetha kakhulu ediniwe
Zipho"oooh shuthi inqondo yakho nomngani wakho u Mlaba ukudayisa ngemindeni yenu'yazi ukhohlakele Baba kodwa ngifuna wazi ukuthi zonke lezinto zakho will catch up with you ekugcineni" ephuma ngomnyango eshesha.
•°
Afike downstairs u Zipho athole u Mahubo eseqedile ukwenza i breakfast
Zipho"Mahubo ngicela ungenzele i favour bhuti wami
Mahubo"anything ngaphandle kokubulala
Zipho" u Mlaba uthi unikeze u Baba i USB enama files amabili and u Baba akafuni ukunginikeza yona so please ngicela ungitholela lento ngoba wena usebenzisana no Baba eduzane
Mahubo"Zipho uyazi ukuthi angeke lento ayishiye nje noma ikanjani u Baba' kukhona lapho ayifihle khona
Zipho" engabe uyifihle kuphi nje Mahub?
Mahubo"lalela ngizobheka kwi Safe yakhe emsebenzini ngizoyigqekeza shuthi
Zipho"come on Mahubo uyazi lokho kuzobangisa umsindo!
Mahubo" angithi wena ufuna lento oyifunayo' so mina i will get it for you akukho lutho lapha u Mzwakhe azolukhiyela kuma Safe ngingalitholi mina and ngizomgqekezela njalo nje"ehleka
Zipho"yooo bhuti wami'yenza ekumele ukwenze mina ngisaphuthuma ku Sbonga enkampanini yama cosmetics ungithumela umyalezo uthi kunenkinga asehlangabezane nayo khona
Mahubo"angeke usadla?
Zipho" no sengoyekela u Baba no Mlaba ukuthi badle"ehleka evalelisa ephuma ehamba.
°
°
°
U Mzwakhe ungena ekameleni elilele u Mlaba udiniwe kakhulu umthola emile ewindini ebuka ngaphandle
Mzwakhe"emzini wami umise okomnumzane uze ufake nezandla emaphaketheni e tracksuit yami Mlaba ube ungixokizela behind my back" ediniwe kakhulu
Aphenduke u Mlaba ebuka u Zulu and uyayibona inzondo kulo muntu futhi ibingekho lento ekuqaleni ku Zulu besanda kwazana.
Mzwakhe"ngempela uphile kahle wena ekhanda lakho njengoba ungiqhatha nezingane zami'umtshela kanjani u Zipho ngalokhu onginikeze kona'noma mhlampe uzama ukuthi izingane zami zingibalekele njengoba kwenze eyakho ingane nomkakho" ethetha
Mlaba"yazi Zulu ukube ngangazi ukuthi ukhohlakele kanjena ngabe angizange ngazihlanganisa nhlobo mina nawe
Mzwakhe"usuyazi ke Mlaba ukuthi ngikhohlakele kodwa usalapha eduze kwami nomndeni wami,emzini wami'hamba Mlaba ngoba vele usumoshile and yabona lodoti osuwenzile kumele wazi ukutho mina Muziwakhe Zulu angikhohlwa nhlobo and years later ngovela empilweni yakho ungasangikhumbuli nhlobo ngizokukhumbuza ngezenzo zakho"ethetha ediniwe kakhulu
Mlaba"yabona ukube kukhona lapho ebengingaya khona mina Zulu njenga manje bengizohamba kodwa nginikeze two days ngobe sengihambile emzini wakho, kodwa ngifuna wazi ukuthi okwenza komunye umuntu okubi kubuya sekuphindiwe" esuka ephuma ehamba ekameleni
Mzwakhe"kuyasangana lokhu ekhanda" ekhuluma yedwa enxapha ephuma naye ekameleni.
please like comment and share
umbhali machili✍️
My high school
Iyahambeka lendlela
Sytleee
Morning bomzala
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Website
Address
Bongani Nzama Road
Amanzimtoti
Alerts
Be the first to know and let us send you an email when Mara Tuppawz posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.