Indaba Zomphakathi

Indaba Zomphakathi

Share

Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Indaba Zomphakathi, Health/Beauty, Bizana.

03/09/2026

Sithi ngxee kumndeni alwehlanga lungehlanga uyapha aphinde athathe .....

03/09/2026

abaningi baveza indlela abazizwa ngayo ngokufa komfana obethela abantu abada ngamanzi .

abanye bakhathazekile ngokushona komfana kanti abanye bathi ushone kancane baze basho nokuthi akwaba ebesashona namanje.

wena uthini ngaloludaba ..???

Photos from Indaba Zomphakathi's post 02/07/2026

Ngane zakwethu kaAssign ePinetown kuyafakwa amaCv...

Cv awuyishiyi ngaphandle kumabhokisi mufika esangweni kune,intercom uciphiza ibhathini lesibili elibhalwe assign ungene unyuke amastebhisi uzofica ubhuti uzokunika form elifana nelingenhla ugcwalise uhlanganise neCv good luck

For more information ngena ku Iyouth.co.za

02/07/2026

sukela namhlanje sizophushelana izithuba zemisebenzi evelayo njengoba kuhambe abokufika

follow ungasali emva 🀝🀝

02/07/2026

abaningi bashiyeke bekhathazekile ngokuhamba kwabokufika. benemibuzo ukuba bazoba jabulisa kanjani abesifazane babo.

Oku kuvela emva kokuzibulala kwendoda yase ntlakhwe ingasazufumana ndawo ama pilisi I cobra

luthini olwakho luvo ngalendaba ye cobra ?

26/03/2026

EZIBUHLUNGU πŸ’”πŸ˜­βš οΈ

KUPHELILE NGO AYANDA MSWELI OKHOZINI FM πŸ’”πŸ˜­βš οΈ

Zithinte abaningi ezinkundleni izindaba ezivele izolo ebusuku. Nokuyizindaba ezithi kuphelile ngobaba uMsweli obenza ezesiminyaminya emsakazweni uKhozi Fm πŸ’”πŸ˜­

Kuvela ukuthi ubaba uMsweli ungomunye wabakhafulwe uKhozi fm njengoba lomsakazo wenza izinguquko zamyaka yonke eziqala ngezi 01 April ,, Nokuyinto eyenzeka kuyo yonke imsakazo yakuleli. No Msweli -ke kuvela ukuthi ngeke esabuya kuloluhlelo njengoba lomsakazo ukhafule abangu 11 kulonyaka ka 2026 πŸ’”πŸ˜­

Sizomkhumbula ubaba uMsweli uma esethi "Khona manjalo" Ephinde ethi "Yagxamalaza iTLB" ephinde ethu "Mana welokhuza lalela ,, Isigodi i South Africa...Umholi....?"πŸ’”πŸ˜­βš οΈ

***Dlula ngalo ❀️ uma uwazi amagalelo kababa uMsweli oKhozini fm kanye nasemphakathini wonkana*** 🎀πŸ”₯βœŠοΈπŸŽπŸ™

Follow Indaba Zomphakathi

06/03/2026

UMengameli wezwe uCyril Ramaphosa uthi iNingizimu Afrika ikulungele ukungenelela ngezingxoxo empini eqhubekayo phakathi kwe Israel, iMelika ne Iran ukuze kuqinisekiswe ukuthi kubekwa phansi izikhali.

15/02/2026

Y all meet a Hustler named Mcebisi Ngubo
From Zinini location eBizana

Wenza izitena zika Thathu R3,00 xa ezokwenzela kwakho, 1 bag of cement = 100 to 110 bricks...
Please support him by sharing on your timeline. This is not a paid advertisement

Phone no yakhe 0681192966

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Bizana?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Website

Address


Bizana
4800