Voice of . voiceless
Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Voice of . voiceless, Health/Beauty, Mthethweni, Durban.
Leli page elabobonke bahlali base South Africa abanganelisekile ngentuthuko ezindaweni abahlala kuzona lenkundla iyona lapho abangenazwi bekhuluma.khona ukuze bazwakale .Uma uthanda ungathi inhlangano
Webantu bankithi kodwa niyabona.ukuth ukudla sekunyuke kanjani ezintolo ey asazi ukuth.kuyothi kuphela lonyaka kuyobe kunjani ..eyiiiii saze salithwala idombolo leli elinesobho ππππ
Abantu bankithi bayasaba ukukhuluma kodwa iqiniso ukuth bayabona ukuth kwenzekani emzansi ,πππ nalemali okuthiwa ihholwa abangasebenzi nayo abayitholi bonke Abantu bankithi bathwele kanzima xπππ
ngybonga ukulandela leli.page lezikhalazo zomphakathi welcome everyone π
Bahlali basemzanzi kodwa niyayibona ikinga esibhekene nayo emzanzi kacimicimi phela sesifana.nabantu abangenagesi .saze salithwala idombolo .mayi.baboooo ,,πππππ
Sangena iSilo inganyama yethu.Mazulu ePalamende kwema yonke into kwathula uMoya Bayede Ndabezitha hlanga lomhlabathi Wena wendlovu Bayede Bayede iNyonyama uMisuzulu.ππ»ππ»ππ»ππ»ππ»ππ»ππ»ππ»ππ»ππ»ππ»
asethembe ukuth uNdunankulu.walana ekhaya KwaZulu Natal umhlonishwa uSihle Zikalala ukuth inkulumo.yakhe izoza nezithelo.kuthina bahlali.balana KwaZulu Natal
Angibingelele mphakathi wasemzansi eFrica ngicela.ukuthinta noma.ukudlulisa uvo lwami.ngenkulumo.kaMongameli.uRamaposa.kusasa ngibheke ukuth akhulume ngokuvulwa kwamathuba omsebenzi nokwenziwa ngcono umnotho wezwe Kanye nemali yabangasebenzi u350 ukuth uyawuquba noma uyawuvala Kanye nokuthuthukiswa kwezemfundo . Kanye nokunye Wena mhlali ease South Africa uthini umbono wakho ulindeleni enkulumeni kaMongameli.kusasa.π
angibingelele kubalandeli bepage lethu . ngiyethemba ningene kahle onyakeni omusha..nawu umbuzo lishiswe yini iphalamende kweze kwanzima ezweni lankithi eSouth Africa angikaze ngizwe ngisho madala judeni kuthiwa kwanke kwasha iphalamende πππ
kushubile eqembini elibusayo alikwazangq ukuwina omaspala ngesiningi samavoti ikakhulukazi eThekwini manje kufanele lisebenzisane namanye amaqembu ezombusazwe asazi ukuth iyozala nkomoni kodwa Thina mphakathi silinde izidingo zethu emphakathini βββββ
Welcome everyone in this page ββ
kushumile kulolukhetho kuyacaca ukuth amaqembu azosebenzisana kumaspala zigikile izinto βββ
Your. Vote. . Your. . Voice . ngicela ungavonti ngenhliziyo kodwa uvonte ngobuhlakani ββββ
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Website
Address
Mthethweni
Durban
Alerts
Be the first to know and let us send you an email when Voice of . voiceless posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.