Nongxamela herbs
Silapha izifo, sivula izinhlanhla. thola imithi yethu emakhemes nase ma BEAUTYZONE qikelela umbhalo uthi Nongxamela herbs.
silapha induku efile, umhluma, izilonda, call 0648879586 or wtspp 0737718891
15/10/2026
Uke wezwa kuthiwa umuntu wakini kutholakala ukuthi iphaphu lakhe or isibindi sidlekile okanye ingaphakathi lakhe lonakele?
Loko kuyefama nokuthi abanye bayaku khetha ukuba kwenzeke kubona ngokushaya indiva ukuphuza izinto ezishisa izilonda ngaphakathi.
MHLAMPE NAWE UNGOMUNYE WABO OZODLIWA YI ACID NGAPHAKATHI UBOLE UHAMBA.
0648879586
15/10/2026
14/10/2026
Une BUSINESS?
Uno Muzi?
Une Bandla?
Uyakwazi ukuthatha lomuthi umbele umgodi ozokwenela ibhakede eliwu 10Liter ulifake mgodini ufake amanzi emvula bese uphosa phakathi uvale ibhakede ngesivalo utshele ofuna kwenzeke endaweni yakho . Okuningi uthola incazelo uma usunawo ke.
0648879586
13/10/2026
ISITHAKO ESISHA ESINGENA EMAKHANBINI APHUZWAYO NJENGOBA KWANDA ABANTU ABAPHILA NGEMISHANGUZO YANSUKU ZONKE CHRONIC ILLNESS EFIKE IKHAHLAMEZE IGAZI NEZINSO.
Angaziyekela mjee othandayo ngoba angeke umphoqe koda koda izigulo zabanty nokuguquka kwesimo sikubheke ngabomvu nsuku zonke .
Available to all BEAUTYZONE STORES
13/10/2026
Ungafaka I order lakho
13/10/2026
KWEMINYE IMIZI AMANZI AMNYAMA ASEYIMPLO YAKHONA NGENXA YOKUQHETHA INYAMA YESIFO ILUHLAZA.
AYILAWULANI
, koda uma indlela ikhona ubokhuza uma kwenzeka abantu be qhethela inyama yesifo, makade kushoniwe bese kuba khona isilwane esihlatshwayo abanye baye bathi Mandisa ukudla abanye bethi bayaphekezela. Uma umndeni uhanjelwe ilunga usuke use manzini ngakho njoba sazi sonke ukuthi ivenge emndenini lijabulisa izalukazi, ngishoke imizi emi ngesalukazi esafika ngokuzogana nesinqindi saso hhayi isalukazi esagudluzwa egcekeni kubo ngoba izingane zaso sezidunga umuzi ngoku khuluma bese umnikazi wekhaya asigudluze gcekeni ukuze kwehle umsindo(ukuzalela ekhaya).
Ivenge linokukhuluma okude emndenini ngakho okhuza uma ubina sekuqala umkhuma we venge lesifo nombani ese khukhusa nalo eya ekhaya. Inyama leyo enhle ngokudliwa iphele noma mhlampe ke kube ongewona owomndeni ongahamba nescubu ngoba vele amadoda ahlinzayo ayasikelwa ama ntshontsho achome othini masehamba.
Kuba intsakavukela ukuba ogulayo angasindi ekhaya uma novule umkhuba wokuqhetha inyama YESIFO ngoba izalukazi ezingasekho okungabasiki bevevenge ngesinqindi bagcina bengasakwazi ukwehlukanisa phakathi kokuhlangana okuhle nokubi. Sokwenaba ngelinye ilanga ukuze nawe uzwe.
Bengiye ngathi ayilawulani ke mangiqala lenkulumo.
13/10/2026
13/10/2026
Uyayivake ngoku
13/10/2026
BEST OF THE B
13/10/2026
Don't wait for the situation
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Telephone
Address
119 Victoria Street
Durban
Opening Hours
| Monday | 08:00 - 17:00 |
| Tuesday | 08:00 - 17:00 |
| Wednesday | 08:00 - 17:00 |
| Thursday | 08:00 - 17:00 |
| Friday | 08:00 - 17:00 |
| Saturday | 08:00 - 17:00 |
| Sunday | 09:00 - 02:30 |
Alerts
Be the first to know and let us send you an email when Nongxamela herbs posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.