Psira from peter

Psira from peter

Share

Psira

03/11/2021

Syabonga nkosiyamakhosi ngokusilondoloza kuzekubemanje ungadinwa ukonakwethu singabakho nkosi ,uma usilahla sizocoshwa ngubani ngoba akekho omunye ongumqoqi wabonayo nguwekuphela umlondolozi wezimpilo zethu siqoqe

26/10/2021

Ukubekezela kuzala impumelelo empilweni
Ukujaha kuzala ukuzisola empilweni
Unkulunkulu enibusisele lamazwi engene ekujuleni kwezinhliziyo zenu

26/09/2021

Uma ulandela uMthandeni kuhle lokho
Uma ulandela Ukhuzani kuhle lokho
Asyeke ukupika kungathi singomama bestokofela.Mina ngingumlandeli
kaMthandeni nawe mlandeli kakhuba
Ukhethe kahle nami ngikhethe kahle
πŸ€«πŸ‡»πŸ‡³πŸ‡»πŸ‡³πŸ’–Phambili Mthandeni
Siyokweseka njalo sikhona nje
Sibaningi silandela ukudla kwendlebe
Uyasibusisa umculo wakhoπŸ‘πŸ€«

26/09/2021

Ngilandela Umthandeni
Nawe landela Ukhuzani
Angeke sithande Umculo kakhuzane sonke
Kanjalo noMthandeni angeke sithande umculo wekhe sonke
Manje mina ngiyawuthanda umculo
kaMthandeni uyangibusisa futhi ngiyawuqonda ukuthi uthini kuthina
Balandeli bakhe Cha sikhona futhi
sibaningi impela sorry uma kukuphathakabi lokho πŸ€«πŸ™ƒπŸ’–πŸ’–

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


Msawenkosi
Durban
4001