Izinkondlo by Neliswa
Neliswa mntanethonga ❤
09/05/2025
Amagobela❤ thokoza thongelihle❤
. happy new year Kini nonke🥺❤️🙏I hope Abantu bangene Kahle onYakeni omusha🥺❤️🙏🫀
30/12/2023
Umthandazo Wami 🙏🥺.
~~~~~~~~~~~~~~~~~~
Ngiguqe phansi ngedolo izinyembezi zigcwel' amehlo😭,
Ngimemeza emagameni amathathu🙏,
Ngikhulekela amandl' okwenza okungcono emhlaben' wakho oyigcwele🙏,
Ngikhulekel' amandl'okwenza okuhle🙏,
Awu shwele smakade🙆🙏!!
Hlangana nezidalwa zakith'🙏Mathongo Ami ngivikeleni kulobumnyama engikubo🙏😭.
Nkosi ngikhumbule osizini engikulo😔,
Nalapho bengibophela amafindo abathi asoze aqaqeka uzube nami baba🙏,
Bangimbela umgodi umphefumulo wam ungenacala💔,
Bangifisela okubi kodwa bangifisela ukufa⚰️😭,
Nkosi ngiyabakhulekela ebuswen' bakho🙏,
Ngibafisela ubuhlakani , okuhle nempumelelo🙏,
Ngoba ubabona nje betshekedula kuhle kwamathole baphoqwa yisimo🙏😭.
Ngiqalekisa izandla ezasungula izidakamizwa🙌💔,
Nkosi sashabalala isizwe sakho , izidakamizwa 🙌,
Nathi njengentsha yanamuhla sesaphenduka isizukulwane samambawu syanatha😔,
Kwesinye isikhathi sithi senza umlando lo ozophenduka umlando wethu ulandule ngisho kwisizukulwane emlandweni wezizukulwane ses'yowuphendul' umland' omkhulu wasendulo🤲😔,
Baba siza nasi isizwe sakho sizophelelwa itshe elihle elalitshalwe sasibuyiso sezwe🙏.
Ngiguqe phansi ngedolo ngihlengezel' izinyembezi 😭😔,
Uzube nami baba🙏😭.
By::Neliswa De Poet🥺❤️🙏
Imbongikazi Yokuthula🙏🥺❤️
Plz like and follow my page🙏🥺❤️
Umthandazo Wami poem🙏🥺❤️
Coming soon 🥺🤍
28/12/2023
.MaSbalkhulu🥺Magaduzela🥺Mamo🥺Ndlovu🥺Jana Ka Sjadu oYiminarH🥺🦋💍🤍❤️🥺
25/06/2022
::NelιѕwarH❤🌍
Happy мoтнer'ѕ day тo all тнe qυeenѕ wнo gave вιrтн тo υѕ💎🌍♥💍
Menтιon ιѕвong ѕaMawaĸнo❤♥
Me : Dlaмιnι🙏😍❤🌍
My Dreaм For You
———————————
I dreaм тнaт one day yoυ learn тo love yoυrѕelғ тнe way тнe υnιrveѕe тυrn dead wнen ιт ѕpoĸe lιgнт aт yoυ♥,
Tнaт yoυ learn тo тυrn вιgger тнan тнe вoυndary ѕeт ғor yoυ , ιn a world'ѕ тнaт lιмιт yoυ😔.
I dreaм тнaт yoυ learn тнaт yoυ are noт тнe ғaιlneѕѕ on yoυr мιѕтaĸeѕ😊,
And тнaт ιn yoυr нearт eхтιѕт тнe love ѕo pυre тнaт can нeal yoυr тeмpaѕe goalѕ😍,
And ιn yoυr ѕoυl ιт woυld вe ѕo ѕтrong тнaт ιт can ғιgнт oғ every darĸeѕт ғearѕ♥.
I dreaм тнaт one day yoυ wιll learn тнaт yoυ are ѕo мυcн вιgger and yoυ lιgнт ѕo мυcн вrιgнтer тнan anyone yoυ coυld ιмagιne❤😍.
By : Nelιѕwa de Poeт😊♥
Plz lιĸe мy page🙏♥❤
.❤♥❤♥
21/04/2022
Ungowaмι loмaмa
––––––––––––––
Noмa nιngaмυвυĸela pнanѕι,
Nιмυвιze ngaмagaмa onĸe,
Nιмĸнapнel’ engenaѕono,
Nυмυвιze ngeѕeнlυleĸι,
Kepнa yena zange wapнela мandla ngaloĸнo ngoвa вezaмela мιn’ ιмpιlo😔.
Maмa υвe wυнlany’ eмpнaĸaтнιnι,
Baĸнυlυмa мaмa waвaѕнay’ ιndιva,
Iмpaтнo yaĸнo мaмa ιyangιғυdυмeza noмa ĸυnzιмa,
Kepнa вυngaғυnι υĸυвa yιмpυĸan’ ezιndleвenι zaвany’ aвanтυ,
Uвυjυlυĸa wedwa мaмa😔.
Kιмι υyιѕιвonel’ eѕιнle мaмa,
Maмa noм’ ιмĸнonтo nezιnĸeмвa zιĸυѕнaya,ĸepнa wena υвυнlezι υngιĸнυѕela eĸυтнenι ngιngalιмalι😔,
Wazιdela wawυмzalι ĸιмι,
Maмa υyιĸнo ĸonĸe eмpιlwenι yaмι🌎❤.
By: Nelιѕwa Dlaмιnι
Iмвongιĸazι engadυмιle❤
♥😍Plz lιĸe мy page❤😊🌎
Click here to claim your Sponsored Listing.
Telephone
Website
Address
Ngoqokazi Hall
Durban