Ukhula Ngaphandle Kothando Lomzali

Ukhula Ngaphandle Kothando Lomzali

Share

Ukukhula ngaphandle kwabazali bengaphelele abanye kuke kubahlukumeze empilweni.

26/05/2022

Empilweni kubalulekile ukuthi uhloniphe omdala noma omncane,Ungayi ngokuthi umzali wegazi okubalulukile inhlonipho...Isizulu sithi "ihlonipha ngisho nalapho ingeke yendele khona"

ibalulekile

20/04/2022

Mfwethu Dadewethu ungathi kuphelile ngawe noma uyahluleka ngenxa yokuthi awunaye umzali . Uma kukhona abakusekayo kukhona konke akukhathaleki noma engayedwa okumele ukwazi ukuthi ngeke bekuthande bonke ungesiyo imali ,Ukhulile namhlanje ngeke ubelethwe noma uphathwe ngisho usumdala umzali ukhona noma akekho mawuzo nqoba uyanqona .Zingane zakwethu vukani nizithathe ziyohlezi zikhona inkinga

30/04/2021

Ngibingele kuni nonke layikhaya ,Bengithanda ukunazi ukuthi ngenze I group ka WhatsApp ngisacela onesifiso ashiye I number ukuze ngizo add regroupin ,kwazise abanye bethu abathandi ukuxoxa kufacebook

27/02/2021

Mfwethu nawe Dadewethu noma ungona kangakanani,Bakubeke amabala baze balahle ithemba ngawe. Baze bakubone ungento yalutho engena kusasa empilweni, Kodwa umama uhlezi emi nawe kukubi kukuhle empilweni alibuyise nethemba eselila hlekile.Yingakho ngizodlulisa ukuthi umbonge esakhona emhlabeni ,Ngoba khona abangazange balithole ithuba lokumbonga .Kungeve ngoba kuwumama ngoba uvundle kuye 9 months inqobo uma nje kube yilowo obekade edlala indima kamama empilweni yakho

24/12/2020

I wish you all marry Christmas and good holidays niziphathe kahle kuze kufike unyaka ka 2021 sisanyama ihlangene nomphefumulo, Kukho konke nijabule nizibheke nihloniphe abazali nani nizihlophe futhi

22/11/2020
19/11/2020

Ezinkingeni zabazali kumele wazi ukuthi awungeni kuzo njengo mntwana ,Ukuthi bakutshela ukuthi kwaba noqhekeko kubazali bakho usamncane noma ungaka wuboni umhlaba lokho akusho ukuthi sekumele ube nenzondo komunye wabazali bakho. Okumele ukwazi ukuthi bayohlezi bekuthanda njengabazali bakho ,Ungabanaki ukuthi bathini ngabazali bakho kanye nawe uqobo okumele ukwazi ukuthi basoze bakuthanda bonke abantu ungesiyo imali ,Abanye bayohlezi befisa ukuk'bona ungaphumeleli empilweni

03/11/2020

Mfwethu nawe Dade wethu ngicela umbonge umzali wakho esaphila noma ngabe ubani okukhulisile umbonge , Ngoba abandile abalutholayo uthando lomzali.

07/09/2020

Mfwethu nawe Dade wethu mubonge loyo osuke ekade enawe empilweni yakho ekweseka njengo Mzali ,Noma ngabe akasiye umzali wegazi kodwa naye uyefana nomzali kuwe .Ngoba inkosi yayazi ukuthi yayihleleni ngempilo yakho ekutheni ungakhuliswa umzali wegazi

05/09/2020

Empilweni bonga okuphiwe noma ngabe kunzima kangakanani ,Okumele ukwazi ukuthi inkosi ayisoze ikunike umthwalo ongaphezu kwamandla. Kukubi kukuhle yamukela lokho onakho inkosi isakuhlelela ikusasa empilweni yakho.

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Address


Umbilo Road
Durban