iBhubesi FM
iBhubesi FM
Phakathi wakwaNdengezi namaphethelo naku uMsakazo esinilethele wona eNdaweni ingama laloMsakazo iBhubesi FM
Lizozinza kwaNdengezi eNdawani YaseZwelibomvu umphakathi wakwandengezi namaphethelo niyacelwa ukuthi niseke Lomsakazo awukakathulwa ngokusemthethweni emphakathi kodwa wona usuqalile uyadlala emKhathini uma ufisa ukuthola uMlando walomsakazo ozoba KwaNdengezi shaya u www.ibhubesi.co.za noma usithinte kulenombolo 083 479 3900... walala wasala
25/01/2023
Uma kukhona ofisa ukbuza nasi inamba ka Mphathi weBhubesi FM email [email protected]
call 083 479 3900 tnx Laduma izulu selinfikile iBhubesi kwandengezi
25/01/2023
e mail yethu [email protected]
IBhubesi FM umsakazo osukhona kwazwelubomvu naKwandengezi namaphethelo walawasala wavuka wazisola
25/01/2023
Phakathi wakwa Ndengezi nama phethelo siyanamukela kumsakazo wenu omusha okwandengezi kodwa la uzozinzakhona uzozinza endaweni yakwa Zwelibomvu siyacela bakwethu i support yenu
siyacela bakwethu lomsakazo inhloso yawo ukuzokhangisa amathalente amakhono nokufundisa ngesintu nokuthi ubunsizwa buyini ubutombi buyini nokuthi usikhumbuze ukuthi thina bantu imvelaphi yethu sivelaphi izimpande zethu zikuphi
nokuthi lomsakazo ulethe amathuba emsebenzi entsheni esakhulu siyacela mphakathi wakwaNdengezi namaphethelo. ezwelibomvu luganda eNteke ntShongweni edamini nakuzozonke indawo ezingamele uNdengezi siyacela i support yenu siyabonga
kumanje iBhubesi FM seliqalile liyadlala siyacela nisilandele kwiKhasi lethu lika Facebook elithi IBhubesi FM sicela nifake isithupha lapho siyabonga inkosi ibusise tnx
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Website
Address
Durban
1159