Cheese Wabantwana
Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Cheese Wabantwana, Makeup artist, Y2152umlazi, Durban.
09/01/2022
Bafwethu akuve kumnandi ukushiyelana inkundla nosaziwayo abadume even ngisho phesheya kodwa isilonda osala naso ukuthi mina ngiyoduma nini niyangizwa kodwa noma aningizwa abangzwayo abaphakamise isandla ngibabone 🙋
20/11/2021
20/11/2021
Ngzobe ngihamba sakucotama njengo swenka ka Brentwood lol asdibane khona
20/11/2021
Woza phela balandeli nabathandi bomculo kamaskhandi siyojabulisa abantu lana eworkshop kusho mina uCheese wabantwana ischitha mthombo bayosala bebutha Didamasoka azkhale
Balandeli bamaskhandi nabo bonke abathanda uCheese wabantwana ngomhlaka 11 December ngisaphinda khona kuyokwenza ezibukwayo eDurban station opposite Sassa amasango avulwa ngo 2 emini koze kulamule ukusa njengoba singakabi nomfaniswano wezikibha ngicela icouler yethu siyisebenzise uBlu t shirt okwamanje noma singa blindiwe ngo Cheese it's fine as if nje ku blue ngyabonga👋
02/11/2021
Uschitha mthombo bosala bebutha odume ngo Cheese wabantwana inkunzencane uzobe eshiyelana inkundla ngomqgibelo lona mhlaka 6 eDurban station umcimbi uyoqala ngo 2 o'clock emini kuze kuyosa emnyango azkhale sesodibana khina
Bathandi bomculo kamaskhandi ifike ngenkani inkunze ncane uCheese wabantwana kumaskhandi ayizwa mshini ngomhlaka 6 November izobe iphakelana inkundla nezinkunzi ezingasaconsi phansi kubathandi bomculo kamaskhandi eDurban station ngase Home affears woza nawe uzoba inxenye yalobumnandi ngeke uzisole uzobona uDidamasoka schitha mthombo bosala bebutha🤪
Sanibonani ngiyethemba ukuth niyaphila isazos ikuthi ziyatholakala izingoma kumina uma uhlala kude siyakwaZi ukuthumelela through uPep asibonge
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Website
Address
Y2152umlazi
Durban
2152