Sizabantu Gumede
Thokozani bogogo no mkhulu
Inyanga edumile egila imanga Kwa Mngaditv
13/06/2023
πππ
17/01/2023
Thokozani bogogo nomkhuluπππ
08/12/2022
Izigubhu zamabhizinisi lezi Thokozani bogogo nomkhulu ngithi ukhona umkhulu ugumede wodumo
1. Umadonsa esthakwe ngamafutha enyoka ebizwa ngokuthi ivezimanzi
2.Imbozamahlanga ngisho ngabe udayisa ini iyathengwa ubuthaphuthaphu
3.(ukhethukhethu) lesike inkunzimalanga ke le
Senza okubili ngesikhathi esisodwa sidonsa imali uyasisebenzisa nasebhizinisini
Sithokoze ke nina makhehla amakhulu ungazihluphi uma uneskhathi sokudlala nendelelo nansi inumber 0762754064. siyathokoza
Thokozani bogogo nomkhulu ππππ
Siyakhuleka kogogo nomkhulu πππ
04/10/2021
UKUZALWA WEMBETHE ....
Okwesibili sicubungula loku.
Ukuzwalwa wembethe bese beyilahla noma beyithatha ingubo yakho esibhedlela akusho lutho loko. Yebo kungakuhle uhlale unayo, kodwa akuyona lento ekubambayo empilweni le.
Ingubo ingumfanekiso noma i symbol yokuthile.
Ingubo imele noma ichaza ukuthi kukhona wena ozalwe naye omdala wasozalweni lakho, an extra person whom you threaded back into this life.
Lomuntu omdala uzele ukuzofezekisa izimfihlo nezimiso ezithile ngawe ebambisene futhi nawe kulempilo yakho.
Now, ngiye ngibuzwe abantu bathi "mkhulu, ngisize sibuyise ingubo yami,", bese bexakena uma ngithi "siyibuyise ukuze kube njani?"
Bese ngiluleka ngithi, okumele uzihluphe ngako wena owazalwa wembethe ukuthola ukuthi ubani ngampela igama lalowo omdala ozalwe naye, uze nani empilweni yakho (ehlukile ethongweni jikelele obhekwe ilo) futhi uzomenzelani ukumuhlonipha nokumupha amandla okuhamba nawe akusize empilweni.
Igama-ke liyatholakala na sifemba, futhi akutshele lo omdala ukuthi wayephila ngasiphi isikhathi, futhi ulidlozi lani kanjalo nokuthi ukuphatheleni. Now, uma ngithi uyidlozi elinjani, sizokuchaza loku kwi post yethu elandelayo: Ithongo, Idlozi nemisebenzi yezithunywa zethu.
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Telephone
Address
Durban
4001
Alerts
Be the first to know and let us send you an email when Sizabantu Gumede posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.