Doctor. Love
Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Doctor. Love, Health/Beauty, Sukuma Rord, Durban.
uDokotela.wothanda sinikana amatips othando sixoxe ngezinto ezihlukahlukene ezithinta uthando.uma futhi.ufisa ukuthola owakho ongakha naye.ubudlelwane.ngothando.ungafaka isicelo Lana kulekundla..�
27/03/2022
nangu uDokotela wothando Uma unezikinga othandweni lwakho.welcome home
sanibon zithandani ubusika sekufikile umuntu kufanele asondeze umuntu wakhe eduze ❤️❤️❤️💯🙏🏼
inyanga yezithandani isifikile ufebruary 14 kungabe nizilungiselele❤️
angibingelele Zonke izithandani namhlanje nisajabule othandweni lwenu ❤️
angibingelele izithandani namhlanje nisajabule othandweni lwenu ❤️ mthande umuntu wakho ❤️
zinjani izithandani namhlanje nisajabule othandweni lwenu ngicela ningavumeli izinkinga ziphazamise uthando lwenu ❤️🙏
ngicela ukucacisa lokhu ngendaba yothando ngisho uthando lwabantu ababili owesilisa nowesfazane uthando luqamuka ngezindlela eziningi layaqakuka ngezibonakaliso ulele ebusuku ukhonjiswe abantu bankini abangasekho noma ngesambulo sikamoya sikathixo ngamanye amgama uboniswe . kwesinye isikhathi uzibonele.wena intombi nje ubone ukuth ungakho nayo umuzi nowesfazane kanjalo ngoba naye uthi owesilisa kufanele qala emshela ngalo ilanga lokuqala usuke esembonile ukuthi lenzizwa ngingakha nayo umuzi noma ngingathandana nayo usengaquba nje isikhathi kodwa usuke owesifazane esembonile ukuthi angathandana naye lowo owesilisa .❤️ uthando lujulile
Uma ninezikinga zothando woza sikhulume Lena iyona inkundla ❤️❤️❤️
ngicela ikakhulukazi kubantu abashadile nabaganene ukuth ukwakwa umuzi kudinga abantu abathandanayo ngeqiniso nabahloniphanayo ukuze umuzi wabo ume uqini Mthande umuntu wakho mncome umuntu wakho ngoba Uma ungukwenzi lokho kukhona ogalakajane abazokwenza ❤️
uthando lwangempela alunakho ukuzenzisa luhlala lunjalo alushintshi Mthande umuntu wakho.💎❤️
iyaphela inyanga izithandane.uzozibona eThekwini zibambene ngocikicane. ibhayi love ❤️
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Website
Address
Sukuma Rord
Durban