Isibhedlela Samadoda

Isibhedlela Samadoda

Share

Silapha inkinga nezifo ezihlasele amadoda empilweni nase kamelweni

Photos from Isibhedlela Samadoda's post 23/02/2026

Izinkinga amadoda ahlangana nazo uma esengale kweminyaka ew30 (30 yrs and above)

(Revised)

#1 Ukushesha ukudedela 🍆💦 lokhu okunga controleki ku first round ivele ithambe bese ithatha iskhath ukuthi iphinde ivuke. Kube ngcono kuma rounds alandelayo (Early stages)

#2 ivuke kahle kodwa isheshe idedele ilale iskhathi eside, mhlambe ize ivuke kusasa nakhona kune yinto efanayo or kube ngconywana, noma ivike ngaleskhath ezovuka ngaso kodwa ibe ingaqinanga.

#3 Isidinga ukuphushwa (ukuthi umama ayidlalise) sibe sikhona isifiso kodwa imizwa ibe kude. Noma ivuke uqale umdlalo kodwa iphelelwe ngamandla isiphakathi ingachamanga🍆💦.

#4 Kule stage usuke usuphile nayo iskhathi eside utholkuthi izovuka mhla ithandile, kube ngathi isiyazilawula, awazi ukuthi izovuka noma izonqaba, ivuke yenze lo 1 nawo ongena mandla, noma ivele ibe offline ibe yithuluzi lokuchama nje kuphela.

lena yenza kakhulu obhuti bama pills, utholkuthi ayisavuki uma kungazange kube khona into ayiphuzayo or ayigwinyayo, leyo ayina age, sengike ngahlangana nabafana abangaphans ka 25 asebenale nkinga edalwa yizikhuthazi zocansi, ekugcineni iningi ligcina lingasavukelwa ngisho noma esewagwinye aba mabili or sekumele athole olunye uhlobo olu strong.

#5 no 6 Azikho natural, usuke wagangelwa.

#5 Induku iyavuka iqine ikakhulukazi uma kungekho umuntu wesifazane eduze, uzizwe ukuthi usemandleni kodwa-ke uma esekhona igoloze ukuvuka normal mhlambe ithathe iskhathi eside lokhu incengwa kodwa uma uwedwa ivuka same time, noma ivuke kahle uthi ayalifaka ivele idedele🍆💦 or idedele usafaka i condom.

Kuyenzeka utholkuthi unentomb ezimbili or 3+ kube khona lo evuka kahle kungalwa kodwa kwabanye kubhede.

(for Safety purposes ngek ngichaze ukuthi kubangelwa yin lokh)

#6 Lena yenzeka kakhulu kubantu abanokuphupha besenza ucansi. Uthi uma ehlangana nentombi achame kusabanjanwa noma mhlambe besaxoxa efonini, usengaba nazo zonke inkinga engizibale ngenhla.

(Ayikho i Post ekule page eyi copy and paste or inspired version of anyone's Post. Angibhali ngezinto engana lwazi ngazo, And everything ozoyithola la is mostly focused ebantwini besilisa kuphela)

Saturday 28 February uDokotela uzobe eseToti nase Sphingo.

ETOTI ngizobe ngise Posini from 08 until 11

ESphingo ngizobe ngise Garage lika shell duze neSpingo Hospital from 11:30 until 14:00.

DURBAN Sunday 1 MARCH
Ngizobe ngise Durban station la okunama Bhasi (not TAXIS) aya egoli from 07:30 until 11:30

WhatsApp 0680904009

Cape Town /WC

Bellville Ngikhona Saturday 7 MARCH

Nyanga Terminus 8 MARCH

eMpangeni, Joburg nase Pietermaritzburg induku zalaykhaya zoba khona From THURSDAY 26 FEBRUARY ngek ngisath zikhona everyday ngoba ziyashesha ukuphela.

Kwezinye indawo engazibalanga ngiyaposa ngo Pep (Pep Stores)

WhatsApp number 0680904009

23/02/2026

Ake niziqaphele leziFo ezithelelwana ngocansi Bafowethu (Infection, Gonoriya, drop) ngoba ziyayiwisa induku uma ungazelaphanga kahle. Ezinye zazo ziye zilimaze ama kidneys ne Prostate phinde zinciphise amathuba okuthi ukwaz ukumithisa.

Before siye kude kumele wazi ukuthi umzimba Natural unendlela yawo yokulwa nezifo /infection ezinye ziyawakhulela amasosh mzimba bese kuvela izimpawu, ezinye uyakwazi ukuzinqoba ungazange wawulekelela ngalutho. Ilokhu okwenzukuth uthole i infection (Ngizosebenzisa igama elithi infection for zonke izifo zocansi) iye iziphelele ungazange wayilaphisa.

Kodwa-ke kuyenzeka umzimba usihlasele isifo /infection uyiqede amandla ziphele izimpawu kodwa sibe singaphelanga emzimbeni kube yikuthi sikhona kodwa asina mandla. Kuyothi ngeskhathi lapho umzimba (amasosha omzimba) ese weak siphinde sivele futhi.

Abaningi bazoyizwa lento, ikakhulukazi labo abangazange bazilapha ngendlela or labo abasilapha ngomjovo isifo socansi ababenaso.

Ngithe ngiqale ngichaze leyo part ngoba kukhona abathi bona baneminyaka engaphezu ka 10 yrs bagcina ukuthola isifo socansi kodwa sibuye sazivelela. Ngamafishane, siyaphila isifo emzimbeni wakho singavezi izimpawu as long singayona i Threat emzimbeni wakho or singena mandla.

Izimpawu: Uma uvuka ekuseni uzothola kunama spots kw underwear🩲 yakho ngath ngama sperms💦 noma induku ikhiphe uketshezi olumhlophe ube kade ungenzi ucansi (ubomvu kahle kahle) ushiselwe umchamo, kuncinze ngaphakathi la kuhamba khona umchamo, kube nama cracks ekinq*ni🍆 kuvamise ukuthi avele uma ukwe wenza ucansi, kube namaqhubu endukwin anamanzi ayavela aphinde aziphelele noma agcine eseyisilonda., kube yisilonda endukwin kungath ushiswe umlilo noma sifane nalento bathi yi Ringworm.

Lena eshisisa umchamo igcina isishaya amazambane🍒 abe buhlungu noma kuncinze iskhumba kuth ungahlala ufake isandla uzinwaya, IsingAkuphAthisa ngembilaph leyo zibe buhlungwana.

Iyanyuka ihlasele i Prostate ube nenkinga yeschenene noma umchamo uphelelwe yi pressure , ekugcineni ihlasela ama kidneys iphazamise nenzalo.

Ngicela ufunda ama Posts ami ungajahi ukungithinta, ziphe iskhath noma wenze i screenshot ufunde ungajahanga u understande kahle Abanye benu nifunda nijahile sekungenza ugcine uzilaphisa inkinga ongenayo, ezinye inkinga ziveza izimpawu ezifanayo kubalulekile ukuthi ufunde uyizwe kahle into engiyichazayo.

Uma unenkinga udinga usizo Ngicela ungithinte ku WhatsApp 0680904009 uyichaze inkinga yakho njengoba isenzeka.

Ngicela uma ungithinta ku WhatsApp ubhale ungenzi i VN baningi kakhulu abantu okumele ngibaphendul ama VN adla iskhathi.

KZN


ETOTI nase SPHINGO SATURDAY 28 FEBRUARY

DURBAN SUN 1 MARCH Ngizobe ngise Durban station Emabhasini aya egoli

Pietermaritzburg, Mpangeni & Joburg zizoba khona from Saturday. Kodwa-ke okwamanje zisaphelile until Thursday 26 February

Cape Town
BELLVILLE 7 MARCH at long distance Taxi Rank

Nyanga Terminus 8 MARCH

WhatsApp 0680904009

22/02/2026

Ngabe indlwabe/indlwabu or Ma********on NgolwamaNgisi iyahambisana yini nesilwane?

Cha Bafowethu. Indlwab ayihambisan nesilwane.

Ukuthi ngoba awusakwaz ukuyiyeka akushukuthi yingoba unesilwane or waloywa. Sengibone abantu abaningi bethi ivala inhlanhla, ibangela isdina ebantwini, akunjalo.

Yebo iyakwenza ukuthi ugcine usushesha ukuchama or ube nokungazethembi ebantwini lento ebizwa nge low Self-esteem.

Indlwab indala, Spiritual ayina nkinga, Ngikhuluma ngeSintu Spirituality, ayimngcolisi umuntu kodwa i very very addictive, ilapho iqala ukuba yinkinga khona uma ungasakwazi ukulala ungayenzanga.

So i more on Psychological side than Spiritual side.

Wena ungazitshela ukuthi uhlez ufikelwa yimicabango yokushaya Indlwab, kodwa kuba khona izinto eziku Triggayo, umzekelo, uma kuyikuthi wena njalo uma uzoshaya i Shower 🚿 uqala ushaye Indlwab, awuke ugezele endishini erumin ungayi e bathroom, amathuba okuthi uyishaye mancane ngoba lezinto eziku Triggayo ukuthi ushaye Indlwab azikho.

Kodwa-ke ngoba sengikutshelile you are more likely to create i outcome yale experiment consciously, okushukuthi uma ukholelwa ukuthi ngikhuluma iqiniso ngek uze uyishaye and vise versa.

Kodwa-ke Ngamafishane, lento i Psychological, iyi habit, ifana nawo wonke ama addictions, abantu ababhemayo oyedwa engabhema abanye bembone, amathuba okuthi bazizwe nabo befuna ukubhema ayanyuka, that was a Trigger.

Ubungozi bayo ugcina usuyibona ingcono kunocansi, Reason, it's obligation and performance free, 2 ngoba i pleasure isekugcineni with little to none kwi process lokh kufundisa ingqondo yakho ukuth ijahe ukufika ekugcineni🍆💦 ngoba ila okunobumnandi khona.

Umuntu othanda inyama, uqala ngayo e plathin lakhe, nengqondo nayo ngoba i addicted to i orgasm(uvuthondaba) izofuna ukuthi ikufikise fast lapho ngoba yi favorite part yayo leyo.

Khona la engike ngathi indlub indala, ngasengingena kokunye, leyo part uma ngithola iskhathi ngizoxoxa ngayo.

Ningakhohlwa, laykhaya alukho usizo lwabantu besifazane, Asikho isizathu esitheni, angizazi inkinga zenu nokuthi zini affecter kanjani, so laykhaya kulashwa amadoda kuphela.

21/02/2026

Ukushesha ukuchama, ukuthatha iskhathi ukuthi iphinde ivuke, ukuvuka nzima, lezo Zinkinga amadoda abhekana nazo, zi very common lezo nkinga.

Yebo ziza ne age as ukhula ziba worse uma ungazilungisi, kodwa-ke ayikho i shame lapho, emuntwini wesifazane yebo, kodwa-ke to emadodeni, it's a Shared problem.

Lento ngiyikhulunyiswa yikuthi sekukaningi ngihlangana namadoda aa in Denial, kube ngathi uma engichazela ukuthi induku siyagoloza ukuvuka or ivuka kade uzobe esezehlise isthunzi njengendoda, cha Bafowethu.

Uzofika umuntu, uma uthi akachaze inkinga, akutshele ukuthi hayi Ngi Ryt ngifuna imbiza nje ephuzwayo ngichathe kuze ngihlez ngi Right.

In my Experience, ayikho i most yamadoda uma kusahamba kahle awazihluphi ngokuchatha nokuphuza imbiza until kuze kuqale ukubheda mhlampe uma sekuphele unyaka, ngoba kuba nale stage la ozothi mhlamb kuzodlula or alekelele ngama Pills.

Kuzoth ngemva kweskhathi mhlamb nama pills engasasebenzi or esebona ukuthi lento iya ngokuba worse ilapho azoqala ukudinga usizo.

Usizo ngek uluthole as long ungakasamukeli isimo obhekene naso wavuma ukuthi usunenkinga.

Ukuthi uze ulapheke kuqala ngokuthi uvume ukuthi usunenkinga, otherwise luzoha lude uhambo lwakho naleyo nkinga.

ETOTI nase Sphingo ngizobe ngikhona 28 February
DURBAN 1 March

Cape Town
Bellville 7 March
Nyanga Terminus 8 March

PMB, Jhb & NUF kunama Distributor

WhatsApp 0680904009 ubike inkinga yakho

21/02/2026

Kubalulekile ukuthi sibhalansise izinto, especially kule skhathi samanje.
Singakhulumi ngokuchatha nokuphuza imbiza kuphela as i one and only solution yokulungisa inkinga zenduku.

Emotional health ibalulekile nayo, kuningi okwenzeka empilweni zethu Singamadoda, okugcina sekusilandela nase nkonzwene yababili🍆🍑.

Ngi encourager wonk'muntu wesilisa ukuthi aye eJimini, noma usumdala or uyijongo. Kodwa-ke ngibona abaningi beya eJimini for Wrong Reasons.

EJimini awuyi nge purpose yokuthi ufuna ukuchaza abantu besifazane, lento uzenzela wena ukuthi uhlale u active and Health.

Abanye bathi iyabasiza mentally, okuyinto enhle leyo ngoba kuningi esibhekana nakho Singamadoda.

Izokufundisa ukuthi ube ne discipline nokuthi ube committed okungenye into esishoda ngayo, lezo zinto awuzalwa nazo, zimanga acquired skills.

Sikhumbule ama Dates uDokotela azoza ngawo kulezi ndawo 👉🏼 toti, spingo, Durban, Cape Town e Bellville nase Nyanga.

Toti and Spingo 28 FEB

DURBAN 1 March

Cape Town

BELLVILLE 7 March

Nyanga Terminus 8 March.

Empangeni Zikhona everyday (while stock last)

Joburg out of stock

PMB out of stock

WhatsApp 0680904009 ubike inkinga yakho

20/02/2026

Sekukaningi ngikhuluma ngendaba yokudla esikudlayo nangendlela esidla ngayo.

And ngihlez ngisho ukuthi ilapho okusuka khona inkinga zenduku🍆.
Ukudla esikudlayo nendlela esidla ngayo idlala enkulu indima kw health yethu Singamadoda.

Namhlanje ngizokunikeza indlela ongandla ngayo through out usuku lwakho.

Uma kungekho medication oyidlayo edinga ukuthi uyidle ekuseni uvuka njalo usudlile, ake ungadli lutho nje.

For i first meal yakho, ungaphatha ubhatata wona lo owubonayo la, uthi lapho around 10-11 uzidlele ubhatata, ungehlisa ngetiye kodwa-ke nalo kuthi ungehlisa ushukela.

Kushukuthi yi first meal yakho leyo. Ngiyakuthembisa, ukulamba uyoqala ukukuzwa around 4 ntambama uma uwudle ngo 10 or 11, usungaqinisela uze udle around this time ngo 7 to 8.

Ngi Recommender ukuthi udle inyama ebomvu, eyenkukhu, noma isbindi ungafaka nekabishi namanye ama veggies, okra, spinach, broccoli or beetroot. Uma uzofaka i rice or uphuthu, akungabi kuningi kakhulu ngoba usuyolala vele,

Nakhala last time ngith kube niyayiyeka i rice nophuthu or ukudle kabili ngesonto hayi every day, ngicabanga ukuthi lama adjustments angconyana.

Uma ukhona ukukuyeka ungakuyeka, u replacee impuphu emhlophe ngempuphu yamabele (ikhona ezitolo ezinkulu) namadumbe nawo aryt kakhulu.

Lendlela izokusiza kakhulu ikakhulukazi kulesifo Sikashukela, Siyinkinga Enkulu lesifo and manje indlela esiphila ngayo i most yethu sizoba naso, ngoba sidla more than 3 times ngosuku, u 2L we Col'drink siwuqeda ngosuku, amagwinya, isinkwa, i rice, ipapa/uphuthu, itiye, lezinto ziyi Recipe for isifo Sikashukela ngaleso skhathi asikho active.

Sivuka singene ezimotweni, lasiyakhona sofika Sihlale noma sime usuku lonke, konke lokudla esikudlayo kuphenduka amafutha emzimbeni ngoba sidla more than we need to.

19/02/2026

Updates
Indawo uDokotela azobe ekuzo.
Toti and Spingo

Saturday 28 FEBRUARY

eTOTI ngizobe ngise Posini kusukela ngo 08 until 11 ekuseni.

ESphingo ngizobe ngise Garage lika shell duze neSpingo Hospital kusukela ngo pas 11 until 2 emini.

DURBAN

SUN 1 March

Ngizobe ngise Durban station amabhasiini aya egoli. Hayi ngale e Shoprite okunama taxi aya egoli. Ngizobe ngise Sayidini elinama bhasi
Kusukela ngo 07 ekuseni until 11:30

Cape Town/WC

Bellville 7 March

Nyanga Terminus 8 March

Indawo ezinama DistributoR: Mpangeni, PMB nase Goli.

EJOZI nase Maritzburg zisaphelile okwamanje.
Empangeni zisekhona okwamanje.

More details ku WhatsApp 0680904009

Uma usendaweni engekho kule list, Mpumalanga, EC, Rustenburg, ungasebenzisa u Pep ngikuposele. Uma uzoposa (courier) R110 (leyo mali ngeyoku courier, usho uma udinga i slip or uyezibuzela ka Pep)

WhatsApp 0680904009 for more information

16/02/2026

Izimpawu zama piles abanye bathi umhlume. (In Brief)

Ubona ngani ukuthi unomhlume/umhluma.

Ama piles ahlukana kabili, kukhona aba ngaphakath
Kukhona aphumela ngaphandle.

Angaphakath uwabona ngokuthi uma uke wayi endlini encane uma usula i Tissue isale negazi kodwa kungabikho pain, noma ubone udoti wakho unegazi.

Sometimes kuye kuncinze (itchy) lapho around gate number 2. SOMETIMES.

Besekub yila aphumele ngaphandle, abuhlungu ke law, utholkuthi akusayeki endlini encane, kubuhlungu uma uhleka, ukhwehlela, usukuma,uhlala,uhamba,ugeda ukuchama. Anything nje engase yenze i movement ku gate number 2 nje ibuhlungu.

Kuba nento engathi yi blister ku gate number 2 ngazuth ungathola inaliti uyihlabe mhlamb kungaba ngcono.

Ngemva kwesikhathi lento igcina isingath zinyama ezilengayo ku gate number two or

Early stages lento ihamba ibuye uhambe iskhathi ibuye, mhlambe uke wasongelana wafika e Toilet wahlala phansi iskhathi eside, o kade uhambisa isisu or uchathe ngembiza edonsayo, iyabuya kube ngathi lento or lenyama evelayo ungayiphushela phakathi.

Lento ibangelwa kakhulu yisinkwa esimhlophe nezinto ezenziwa ngo flour ngoba lezo zinto zenza ukuthi usongelane uhlale iskhathi eside ungayanga e Toilet.

Uma engakakuphath, uma uzizwa ukuthi usongelene, fudumeza amanzi uchathe ungaphushi ngenkani ngoba once yakuqala lento akukho lula ukuthi uphinde uyilungise.

LAYKHAYA AYIKHO IMBIZA YOMHLUME.

Bengikupha ulwazi ngoba abantu abaningi abanalo ulwazi ngalento, baningi befika umuntu ethi unenkinga yenduku la ahamba khona bathi unomhlume kodwa akasizakal. Uma uthi Chaza izimpawu zomhlume onazo, kungabikho neyodwa into ethi unomhlume, watshelwa kwathiwa unomhlume nje🤷🏽 ngek ngibe mude lapho.

Spreader ulwazi.

14/02/2026

Ubona ngani ukuthi unesilwane (in Brief)
Izimpawu zomuntu onesilwane.

Ukuphupha usenza ucansi. Kunama stages, omunye uphupha esenza ucansi aphaphame esemanzi🍆💦.

Omunye uphupha esenza ucansi kube khona into emthusayo aphaphame engaka chami🍆💦.

Kwenzeka ngendlela eziningi, ngoluny suku uphupha esenza ucans aphaphame eqeda ukuchama🍆💦, kwesinye iskhathi achame esaqabulana/esabambana nentombi.

Kwesinye aphuphe ebona intombi imvezela 🍑 aze achame🍆💦.
Abany baze babe nento engath yi infection uma beke baba nalelo phupho, kuqale ukuncinza kuma private part or abe ne discharge.

AbaNye kuba yintombi or aphuphe ehlatshwa ngowesilisa.

In most cases uzothola ukuthi mhlambe uma unentombi induku ayivuki kodwa-ke uma kungu Maria iyavuka and ama sperms ozowakhipha abaa maningi kakhulu.

Bese kuba ngama Side effects, izinto ezenzeka ngoba kukhona isilwane/Maria.

Imbiza zakho ikakhulukazi eziphuzwayo ziyabola uyithole isingathi ngamz we okra, kuvamise ukuthi ngosuku othole ngayo umuthi noma ngowani lowo muthi akuvakashele uMaria uphuphe usenza ucansi or ube nelinye lamaphupho engiwachaze ngenhla.

Ungathola imbiza e strong ifike isebenze kube kanye or few days after that ingaphinde iwenze umehluko.

i most yabantu abanesilwane kuyenzeka bachame During i romance engakalifaki nokulifaka.

Siyavala inzalo.

Abantu besifazane abahlali kumuntu onesilwane (kusiya nangokuthi esani leso Silwane njalo safakwa kanjani) Bahamba kungekho lutho olubambekayo or ngento nje encane. Kodwa-ke le part yama Relationship asingayisebenzisi kakhulu la ngenza ama Sides, kuningi okungamxosha umuntu wena ube ungakunakile, so ungath ngoba wena umjolo wakho awu lasti kushukuthi unesilwane.

WhatsApp 0680904009 ubike inkinga yakho

Ngixolise ku Bantu besifazane, kuzomele nidlule niyofuna usizo phambili, laykhaya Kulashwa amadoda kuphela.

Photos from Isibhedlela Samadoda's post 12/02/2026

Silinyazwa yikudla esikudlayo ne Lifestyle yethu, lezinto zombili yizona ezisidalela i'nkinga.

i most yokudla esikudlayo kunama chemicals noma ku feedwe ngokudla okunama chemicals or kwajovwa, ngaphezu kwalokho impuphu yamanj siyazifanel no flour okwenzukuth uma usuya endlini encane udoti ungaphum wonke ngoba impuphu zamanje azisenayo lento ebizwa nge fiber.

Uma sekungcole ithumbu elikhulu ngoba udoti omningi uyasalela, izinso ziyaqala ukuthinteka ngoba amanzi amaningi asuka ethunjin elikhulu.

Ukhumbule ukuthi azosuka lapho ahambe ngemithambo yegazi ephethe ukungcola. Lento ilimaza imithambo yegazi kunye nama kidneys.

Induku ngoba vele iyatefa izoqalake ukuba nemikhuba.

Kuyadingeka nje ukuthi uma uyindoda at least kanye ngenyanga uchathe, yi General Service leyo, uyenza kungonakele lutho.

Uma kusahamba kahle iyenze lento uzongibonga, ngoba ayikho into ebuhlungu njengokuthi ugulelwe yinduku🍆. Iyakwehlisa ukuzethemba, uphinde ungamethemb nalo owakho, suyohlez umgadile, Ngisho umbona emamatheka kuvele kube ngathi usekutholele i replacement n nguye lo axoxa naye ngaleso skhathi.

Nanka ama updates.

Toti and Spingo Saturday 28 February

DURBAN 1 March

Cape Town

BELLVILLE 7 March

Nyanga Terminus 8 March

PMB - out of induku (stock)

Joburg (out of stock)

Mpangeni: Zikhona everyday (while stock last) e Rank esedolobheni okutholakala khona ama Taxi aya e Skhawini.

Kwezinye indawo Ngiyaposa ngo pep (3-5 days)

WhatsApp 0680904009.

Lay'khaya asidayisi imbiza, Siylapha, okushukuthi awuqali ngombuzo othi "Malini into ewukuth" uqala ngokuchaza inkinga yakho, uyichaze njengoba isenzeka ku WhatsApp, uyibhale ungenz i Voicenote bese ulinda impendulo.

10/02/2026

Ngibingelele, Ngu Dokotela lo.

Ngixolise ukungaphenduli ku WhatsApp, Ngizocela ukuchaza ngoba kukhona abazitshela ukuthi mhlambe ngiyabaziba.

Ngisuke ekhaya Ngolwesine, Friday bengise Goli, Ngadlula same day to Cape Town, ngafika ngo 12 emini, Ngasebenza Saturday eKapa.

Sunday ngavukela e Nyanga, Emin ngo 12 ngasuka to Joburg, ngafika eGoli ngo 4.

Izolo ngoMsombuluko ngaba ngokunye, ngilele ngo 12:30.
Manje ngo 11 ngiphuma egoli. Ngizofika ekhaya ngo 1.

Njengamanje nginama messages 1200+ ku WhatsApp.

Uma ngizophendula ama messages kumele ngiziphe iskhathi 3 to 4 hrs ngiphendula nje kuphela kungekho engikwenzayo. Since last week Tuesday bengakaze ngisthole kahle iskhathi ngoba uma ngizoba nohambo kumele ngilulungiselele mina Self ngenze sure ukuthi yonkinto ezodingwa ngabantu la ngiyakhona ikhona yenziwe kahle.

Ngithe nginichazele ngoba abanye benu asikaze Sihlangane, umuntu uvele azitshel ukuthi lendoda iyazibana. Omunye uzitshel ukuthi nguye yedwa onenkinga okushukuthi ngoba engibhalele nguye kuphela olinde impendulo.

Nibaningi Bafowethu. And angikwazi ukuth ngithole umuntu ozongincedisa ukuphendula abantu, Ngik ngayizama leyonto, abantu abaningi bagcin bebhalelwe imbiza ezingaqondene nenkinga zabo.

Engikucelay ikuth ningibekezelele. Ngizoniphendula, sengihlel phans ngingekho under pressure.
Ngiyabonga.

Okunye bengithi nginazise khona induku zisaphelile e Pmb nase Goli, kuse Mpangeni kuphela la ongazithola khona kodwa nakhona sezizophela uqale ufone before uyefika ukuze ungambel' ubala.

08/02/2026

Usegodukile uDok ekapa.

Ngixolise ngokunilindisa izolo e Bellville , kodwa konke okwenzekileyo bekungaphazu kwamandla'mi. Kodwa-ke Ndiyabulela kakhulu ngoba nikwazile unyamezela.

Ngiphinde ngixolise kulabo abafike seziphelile or sengihambile. Leyo akukho lula ukuthi ize ilunge, uma ngiphatha o Suitcase ababili ngizoshayeka ku Transportation, kwayona le eyodwa i suitecase iye inginikeze inkinga nabo Bhuti abaqhuba itekisi n niyaz u Bolt & Uber azingen e Nyanga.

Sophind sibonane March 7&8

Uma undiphosile ungalinda 7&8 March or ngikuposele ngo Pep.

WhatsApp 0680904009

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


Taylor Jeff And Masabalala Yengwe
Durban
4339

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 17:00
Sunday 09:00 - 17:00