Manazaretha

Manazaretha

Share

uSHEMBE unkulunkulu UNYAZILWEZULU

03/11/2024

"Syababonga nalababazali abasizalayo, ngoba baskhombisa uShembe

Nathi ke kwahamba kwahamba safika iskhathi la sathatha khona isinqumo ukuthi uNkulunkulu wabazali bethu abe owethu"

π‘πžπ― π†πœπ°πžπ§π¬πš.

✝️

02/02/2024

UShembe akafi manazaretha uphila inguna phakadeπŸš‚β˜€οΈπŸŒ•πŸŒˆβš‘

10/07/2023

Nkulunkulu wasekuphakameni bhombela langa lamalanga nkosi inyangayezulu thingolwenkosazane nkulunkulu wokhokho bethu nyazi lwezulu baba philisa abagulayo baphile ubonise abangaboni uvikele abantu bakho uphe abangasebenzi umsebenzingalolodwa igama likajehova wasekuphakameni manje naphakade amen

11/04/2023

Liyamema bonka bantu abansundu nabamhlophe

11/04/2023

Unkulunkulu umuhle ohamba nabantu

27/03/2023

Uyini uSHEMBE

14/12/2022

uSHEMBE uma umubiza ngomuprofethi uzoba umprofethi uma uthi ungunkulunkulu uzoba unkulunkulu kuwe amen UNYAZILWEZULU unkulunkulu

07/12/2022

Ungaboyifisa intombi esigane omunye umuntu ungayibheki nakuyibheka isono esibileso Amen

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Website

Address


Mbazane
Durban