Suhan Raza Ibrahim-nana
Do you love me
Part 1
Phakade lami ❤️🤗
(Ekuseni kwa Njomane UNosabelo uyavuka ulungiseleya umndeni wakhe ukudla kokuvuka ababeke namanzi okugeza.ukuze bezodla behlanzekile.sekuyisikhath sokudla)
Njomane: Nosabelo ngane yami selokhu ngakukhulula mtanami ekutheni sowumdala usungakwqz ukuzithathela izinqumo angikaze ngizwe nangomoya ukuth intokazi Yami isinqomile
Manjomane:baba ungamujahi UNosabelo uyazi yena ufunani empilweni futh uyaz ulindeni kungenzeka ukuba akukho mfana ambuka amuthande kulezinsizwa ezizibikayo
Nosabelo:baba ungakhathazeki konke kunesikhath sako,Mina ngicabanga ukuth yiso esingakafiki ngiyazi dlomo ukushiso ukufuna ukubona indodakazi yakho ijabule lokho kodwa ijabule mayinawe ungakukhohlwa lokho
Manjomane:kodwa mtanami Uma uyintokazi kwenu kudaliwe ukuth kumele ubuye uphume oyolekelela abanye bavuse imizi yabo
Nosabelo:njengoba ngishilo mama konke kunesikhath sako.yazi mama esikoleni bangibukele phansi ngenxa yempilo engiyiphilayo nangendlela engi understand ngayo izinto
Njomane:ungabanaki wena ndodakazi okufunayo kwaziwa kuwe
Nosabelo:uqinisile baba.ngisahAmba noZandile senomkhuba wokuhamba angabuyi nje
Manjomane:uziphethe phela lowo udakwa umbuso wesikhashana akazi ikusasa limphatheleni
Nosabelo:kusayingane yakho njalo leyo malangeni🙄
Njomane and manjomane:🤣🤣🤣hamba suqalile
Nosabelo:kulungile seniyosala kahle
(Uzwelihle unabangane bakhe Kanye nezintombi zabo)
Khanyo:zwelihle babe kungani ungathi utshwala today sith ukuzinhabulisa
Zama: uqinisile khanyo Kade sagcina ukuzijabulisa yaz
Lwazy: zwelihle ngibona Mina kuyibo manje okufanele bathenge utshwala today Kade sasiqhuma iphakethe
Zwelihle:uhlakaniphile wena lwazy mngani wami
Khanyo;ayb nize niyavumelana nje yini ekufanele nijabulise thina
Zama: lwazy wathembisa wath uzongenzela yonk into kuph manje
Lwazy:kodwa angikaze ngikuthembise okotshwala ungakhohlwa ukuth sanithola emngwaqeni ningenayo nendawo yokulala nisibonga kanje vele
Khanyo: lwazy yini ngawe sekukhona osumbonile yini
Isihloko: Phakade lami
Abalingiswa obakhulu:
Nosabelo mhlongo
Zwelihle Nala
Summary
UNosabelo wayeyintokazi ezala ngumamvelase eyizala kwanjomane
Uzwelihle wayeyinsizwa ezalwa nguma dlamini eyizala kwa Nala
UNosabelo endaweni wayedume njenge ntokazi ezitshelayo ngobuyona futh ezigqajayo lalingafakwa lapha kuye libuya nodaka.bonke abafana babezama ukuzibika kuyo intokazi kodwa kube nhlanga zimuka nomoya nje lutho ukuvuma intokaz.ezinye izintomb zase zizitshela ukuba iyinkonkoni lentokazi kunini yayiyeka ngisho izigwilikazi zizibika lapho kuyo,zingazi ukuba ilindeni.ngelinye ilanga kwaqhamuka insizwa yangaphesheya komfula kwesinye isizwe yazibika kulentokaz lentokazi ayibange isapholisa maseko yashaya eyayidume ngazo.kanti insizwa yakwaNala Lena ayizile ngokudlala kephe izofuna intomb ezovusa umuzi wobaba mkhulu bayo.yazibika insizwa yaze yathamb intokazi yanqoma ekekho owakholwa emfulen ngalolo suku ngesenzo salento.abantu babona inomuthi ngampela lensizwa yenza osekuhlule abaning iyiqhawe ngampela
okulandelayo sokuthola iqhubeka I need your support
UMOYA ONGALANDWANGA😔
P1
(Emzini kamasibiya uhleli nabazukulu bakhe ababili bashonelwa ngabazali besebancane kakhulu.ababazi nokubaz abazali babo.bangamawele laba bafana ababili)
Masibiya:andile nawe lwandile ngiyethemb ukuth uma sengiwushiya lomhlaba yini enosala nimise ikhaya
Lwandile:khululeka gogo ithemba lakho ungalibeka kuth siyakuthembisa sokwenza okuyokujabulisa noma sungasekho
Andile:yebo mfowethu wayihlaba esikhonkosweni
Masibiya:ngisayo phumula bantabami ngiyonibona kusasa lilale kahle Nam
Andile:khululeka biyorh
(Aphume umaSibiya eye egumbini lakhs lokuzilalela)
Lwandile:kusasa ngizovuka ngigijime awufisi ukuhamba Nam
Andile:ayih mina angifuni ukuya emsebenzini ngikhathele
Lwandile:mfowethu amantombaze anamuhla afuna abantu abajimile abangakwaz nokubavikela ayih izinethwanje ngiyakusiza
Andile:ngisazocabanga ngalokh mfowethu kodwa kusasa uzohamba wedwa njengenhlalayenza
Lwandile:ngiyezwa mfowethu ngisayo lala Nam
Izintombi zwakwa madlala zihleli ziyaxoxa
Asanda:uyamthanda u andile noma wenzela isizungu nje
Zama:kodwa ngubani ongathanda lowamfana Cc mina ngangizama ukuzisondeza kuye ngoba ngifuna umfowabo
Asanda:usho iwele lakhs
Zama:yebo kodwa akwenzekanga ngilithole sengizidlela imali yalona nje
Asanda:ngiyakuzwa kodwa akulungile lokho ngoba njengoba uthi udlala yena uzidlala wena
Zama:uthini manje Cc
Asanda:akubalulekile lokho kodwa yezwa engikushilo(aphumr ahambe mshiye yedwa)
Zama:ngabe usho ukuthini u asanda methi ngizidlala mina ohh ayih inkosi naye abaziyo
Umoya ongalandwanga💔😔
My first story will be about this topic
Suhan Raza Ibrahim-nana Send a message to learn more
Plz invite others to like on this page
Suhan Raza Ibrahim-nana Send a message to learn more
Leli ikhaya lezincwadi ezihehayo ngu nqobile Mhlongo kwahlongwa emzumbe Lona please gyz I need your support to full fill my dream ngokubhala izindaba zesizulu
Suhan Raza Ibrahim-nana Send a message to learn more
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Telephone
Website
Address
Njom'c
Durban