Khohlwani ileli gape alsekho

Khohlwani ileli gape alsekho

Share

Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Khohlwani ileli gape alsekho, Health/Beauty, Mkhunya ward 1, Durban.

28/02/2024

Sanbonani 🙌
Nanku umbuzo enguthole namhlanje Ku inbox , ngase ngith ngcel ukuphendula kwi page ukuz ksizakal nabanye.

" Mzet uma umunt wesfazane othandana naye ekcela I airtime noma idata nalokho ngab ksuke kusawuthando ?"

Lalelanik majita ,lokh kuhluken kabili .
Khona okcela ngoba ekthanda futh naye okwaziyo kukthengel mungenay noma aksize ngenyint nom ngasabang airtime .
Kube khona lozokcela ngoba ethatha advantage yokuth vele yamthanda ufuna ehlale ejablile ,Kant yena akakthandi usebenzisa igama elith ngyakthanda ukuze asizakale lakwena .

Elami lithike ,angisho ukuth maseycelil ungamthengeli but ngcela mjita ubheke lezinto kqala ,
1. Uyakwazin lomunt uku sacrifice iskhath sakhe for mina 🤔
2. Kuke kwenzeke konje angfonele nje nge airtime yakhe angikhumbuz kuth yangthanda ,sixoxe nje iskhath esid Kube mnandi 🤔
3.Ugcine nini konje kungcela airtime ?🤔 ( Akukwaz kuth engakcela inyanga nenyanga ,okanye akcele kabil ngenyanga ✋.)

ukunyiswa umjolo 💪🥂
wothando (Mzet imbongi)

26/02/2024

Mjita noma ngab awfundile but oke ulfake nje igama lesngisi mawkhulum nomunt wakho , lokho kyamjablisa umunt wesfazan kvuselele nethemba lokuthi usangaba utho ayoziqhenya ngalo ngeliny ilanga 🤞💯

wothando (Mzet imbongi)🥂

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Website

Address


Mkhunya Ward 1
Durban