Ndu Ngcobo

Ndu Ngcobo

Share

Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Ndu Ngcobo, Health/Beauty, Velaphi road, Durban.

24/03/2024

Sesisaba nokuTag abantu bethu ngoba nina nibasendela amaFriend request😭

16/03/2024

Nina ayngoba nijola nabantu abadala nijolela indlala ne mali

15/03/2024

" ouch uyang'limaza "
" ncese mama , libambe uzifakele wena ke " 🥺

15/03/2024

enye i era engasoze ngibe kyona i” quiet girl era ” ngiy’mpempe mina .

15/03/2024

imali yamanje noma ungathi uyayibeka iyazidla yona .💔

14/03/2024

“ manje wena uzwa ngabantu “
ngaleso skhathi abantu ba’qinisile .

14/03/2024

“ mother of 2 “ asikho kodwa isdingo sale caption , niyabonakala nina shame .

14/03/2024

ofundayo afundele nami bafwethu, amandla awasekho.

02/03/2024

Ziningi kangaka izinto zokudlala usungaze udlale ngokuthi uyitsh*tshi

01/03/2024

Kwancipha Abangani Uyas'thola Neskhathi Sokulungisa Impilo Yakho.❤

29/02/2024

Uma nithola ithuba anoke nimyeke umunt’wami , nimyeke nje nihlukane naye phansi .

27/02/2024

Ngicela nibazibe ekhaya if bacela ukufuniswa mina , ngiyazi mina ngihlalaphi manje .

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Culinary Team

Attire

Telephone

Website

Address


Velaphi Road
Durban