Umngan ipeni
Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Umngan ipeni, Health/Beauty, Johannesburg Central.
Sfiso ... Hello ladies (eshintsha indlela yokuhamba)
Sbahle... Hey njn emamatheka
Thandi... Ufunan keh manje
Sfiso ... Kahle ngamatshe Thandi ngize kusisi wakho
Thandi... Ngazohlanyela la wena , yini inkinga yakho no sisi wami vele ( ngokthukuthela)
Sbahle... Kodwa Thandi waba njani vele . Yini awuthandi nje mina mawungibona ngijabule. Cha yanginyanyisa nje
Thandi... Awu Sbahle usungaze uthukuthele kangaka.
Sbahle... Bengingaqondile mtakama yaxolisa .
Asuke ngejubane u Thandi aye endlin yangasese(toilet)
Iyakhala insimbi yeskole uthabo uvalelisa osis bakhe usebona uSfiso
Sfiso... Olah njah yam
Thabo... Sho mfwethu zkhiphani
Sfiso... Mfwethu kule weekend mina nosis besgela syazkhipha angazi noma uyeza yin
Thabo... Ey ndoda yasazi isimo sasekhaya kumele ngiyodayisa izithelo namaveji ukuze kube khona esingakudla nezingane zakithi
Sfiso... Ay ngiyakuzwa mfwethu ayibonane ekilasin okwamanje ngisayoqalaza ongane
Thabo... Weee yabo wena uyophasa kanzima yakutshela (ehleka)
Asuke uSfiso aye nqo la kumi khona oSbahle nabangani bakhe ......(yaqhubeka)
(Ngayinqoba inhlupheko 2)
Thabo .. Sbahle ! Thandi ! Vukani asefudumele amanzi , vukani nigeze.
Thandi..Thabo bekmele vele usivuse , awungtshele khona ukuya kwethu eskolen kosisiza ngan.
Sbahle.. Uqinsile u Thandi , vele awchaze , ukuya kwethu eskolen kosisiza ngan. Ngisho lokhu ngoba angiliboni ushintsho . Nayzolo silale singadlile.
Thandi.. Yaz bekungcono kabi sisahlala no Anti . Noma ngabe besiphazamiseka ezifundwen zethu kodwa besingeke silale singadlile.
Thabo.. Thulani!! Nicabanga ukuthi kumnandi konke lokhu kimi!! Niyaz ukuba ngifisa kanjani ukuthi niphile impilo ephilwa yezinye izingane !! Cabanga ukuthi kumnandi manglokhu ngithi phuzani amanzi uma ningtshela ukuthi nilambile !!(amehlo agcwele izinyembezi ku Thabo )
Babone ukuba uThabo uyahlukumezeka manje ngalezinkulumo zabo , bageze bahambe baye eskolen ..
Kusek'sen ekhaya kwaNdlovu izingane zalaykhaya sezisele zodwa kulomuzi akukho muntu omdala. Abazali bezingane bashona engozini yemoto bashiya lezingane zamantombazanyana ezimbili (Thandi no Sbahle) Kanye nomfana (Thabo).
Kwathi emva kokushona kwabazali bazo , zahamba zayohlala no Anti wazo . Ek'hlalen kwazo no Anti akubanga kuhle ngenxa yokuthi lo Anti ubezidayisela utshwala. Zabona kukuhle ukubuyela ekhaya labazali bazo ngoba ek'hlalen kwazo no Anti kwakuphazamisa izifundo zabo zesikole .
Kwakungeyona yodwa imbangela yokuba bagcine bebuyela emzin wabazali babo , phela uSbahle wayesecishe wadlwengulwa kabili abathengi .
Ekubuyelen kwabo kwa Ndlovu kwadala indlala enkulu eyenza bagcine sebelala bengadlile
(Iyaqhubeka)
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Website
Address
Johannesburg Central