Sister Dee

Sister Dee

Share

, 🌸 Welcome to Sister Dee's Page 🌸
A space for sharing rituals, spiritual tips, prayers, and words of encouragement. πŸŒΏπŸ•―οΈβœ¨
Spiritual awakening

10/08/2026

CLEANSING

Thatha amalahle kanye nosawoti omkhulu (rough salt), hlanganisa

πŸͺ£ Faka imix emanzini okugeza bese ugeze ngayo izinsuku ezi-3 zilandelana.

πŸ™πŸΎ Ngesikhathi ugeza, thandaza futhi usho izinhloso zakho zokufuna ukuhlanzeka nokususa izinto ezimbi empilweni yakho.

✨

09/08/2026

πŸͺ™ R2 Ritual – Vula Inhlanhla Yakho ✨

1. Bamba uhlamvu lwemali luka-R2 ngesandla sakho sobunxele.
2. Vala amehlo, usho lokho ofuna ukukuthola.
3. Yithi: β€œNgivula izandla zami ukuze ngamukele.” πŸ™πŸΎ
4. Gcina lolo hlamvu lwemali endaweni ephephile.
5. Kwenze lokhu izinsuku ezi-3 zilandelana, ngesikhathi esifanayo.
6. Ngemva kwezinsuku ezi-3, thatha lolo hlamvu lwemali uzithengele okuthile. πŸͺ™βœ¨

08/08/2026

πŸͺ™βœ¨ 11-DAY ABUNDANCE RITUAL ✨πŸͺ™

Place 4 coins in the four corners of your room. Leave them untouched for 11 days while praying and speaking your intentions for abundance, blessings and financial opportunities. πŸ™πŸΎβœ¨

After 11 days, donate the same coins to someone in need as an act of generosity. ❀️

Give with a sincere heart and believe that what you give can return to you in unexpected ways, multiplied. βœ¨πŸ’°

06/08/2026

🧼✨ CLEANSING BATH ✨🧼

πŸ₯š 3 eggs
🍊 1 bottle of Fanta Orange
πŸ₯› 1 cup of fresh milk
πŸͺ£ A bucket of clean water

1. Crack the 3 eggs into the bucket.
2. Add the Fanta Orange and fresh milk.
3. Mix everything together while praying and saying your intentions.
4. Bathe with the mixture for 3 days.
5. Each day, speak positive words about peace, cleansing, protection and new beginnings. πŸ™πŸΎβœ¨

06/08/2026

🧼✨ CLEANSING BATH ✨🧼

πŸ₯š 3 eggs
🍊 1 bottle 509 ml of Fanta Orange
πŸ₯› 1 cup of fresh milk
πŸͺ£ A bucket of clean water

1. Crack the 3 eggs into the bucket.
2. Add the Fanta Orange and fresh milk.
3. Mix everything together while praying and saying your intentions.
4. Bath with mixture for 3 days.
5. Each day, speak positive words about peace, cleansing, protection and new beginnings. πŸ™πŸΎβœ¨

06/08/2026

✨ VULA INHLANHLA YAKHO ✨

πŸ₯„ 2 spoons white sugar
πŸ₯„ 1 spoon cinnamon
Hlanganisa ushukela omhlophe ne-cinnamon
Thela le mix emanzini aclean
Geze ngawo lawo manzi.
Yenza lokhu izinsuku ezi-3 zilandelana.

πŸ™ Thandaza futhi usho izinhloso zakho ngesikhathi wenza lokhu.

04/08/2026

β˜• Buyisa Imizwa β€” Ikakhulukazi Kwabesilisa

β˜• I-FG Coffee
πŸ’§ Amanzi angu-2 litres

1. Faka 5 spoons FG coffee ebhodweni.
2. Faka 2litre amanzi.
3. Bilisa 20 minutes
4. Vumela kuphole bese uphuza iglass eyodwa ngosuku.

Ikakhulukazi kwabesilisa: πŸ§”πŸΎβ€β™‚οΈ lo mkhuba usetshenziselwa ukusiza ukubuyisa amandla nemizwa yobudoda.

04/08/2026

Piles / Umhlume

1. πŸ”₯ Shisa amakhasi kabhanana aze abe umlotha.
2. πŸ₯£ Hlanganisa umlotha ne-Vaseline uhlanganise kahle.
3. 🧴 Gcoba kancane endaweni ethintekile.
4. Phinda lokhu njalo kuze kube yilapho umhlume unciphile.

Photos from Sister Dee's post 04/08/2026

πŸ€ Umlotha Wasekhaya Wokuletha Inhlanhla πŸ€

Umlotha wasekhaya 3 spoons
1 cup of fresh milk πŸ₯›
3 Silver CoinsπŸͺ™
Amanzi okugeza
Umule

1. Thatha umlotha wasekhaya uwuhlanganise
namanzi.
2. Faka 1 inkomishi yobisi kanye nezinhlamvu
zemali zesiliva ezi-3.
3. Faka umule
4. Khuleka bese usho izinhloso nezifiso zakho.
5. . Geza ngalawo manzi izinsuku ezi-3 zilandelana.
6. Ngemuva kokugeza, thatha coin zemali uzisebenzise ukuthenga okuthile.

πŸ™ lo mkhuba wenziwa ngenhloso yokucela inhlanhla, izibusiso namathuba.

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Johannesburg?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Website

Address


Ennerdale
Johannesburg
ZA

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sister Dee posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Subscribe

We will notify you when anything happens in Johannesburg.