Mkhulu Svunguvungu

Mkhulu Svunguvungu

Share

Siyelapha, silungisa umsamu, siyakugeza siyakusiza mawachithekelwa noma wakhipha isisu...

17/02/2023

Amakhandlela 🕯️

White
Sikhanyisa ngalo
Limele ukukhanya nenhlazeko
Livula zonke izinto zikhanye
Licosha imimoya emibi.

Yellow
Owabantu abadala
Lenza izibonakaliso zakho zicace
Ithonga likhulume into ezwakalayo Uma ulisebenzisa.

Blue
Likhuphula isithunywa
Uyavikeleka ngokomoya
Liphinde limele namakhehla futhi

Pink
Limele abantwana
Likuxhumanisa nabantwana abancane abahamba banganacala. (abaphuphuma)
Kwezothando liyasiza futhi kanti nenhlanhla iyavuleka.

Red
Lana silwa nezitha.
Uyalisebenzisa lelikhandlela Uma ucela abakini bakuphe amandla wokulwa nezitha.
Usuke ucela ukuvikeleka nokunqoba izimpi ozaziyo nongazazi.
Konke izitha ezikuhlosile ngawe kungaphumeleli.

Green
Abogogo bayasondela kakhulu Uma usebenzisa lelikhandlela. Owesifazane ohlangabezana nezinkinga empilweni yakhe uyakwazi ukulisebenzisa lelikhandlela acele Konke okuhle akufisayo.
Inhlanhla iyavuleka Uma ulisebenzisa.
Uyacela kwabakini bakwandisele, imali namabhizinisi.

Black
Lana siyacupha
Siphindisela ngalo okubi kubanikazi.
Uyakwazi ukulisebenzisaneli red Uma kukhona impi obhekene nayo noma ufuna ukuvika izitha.
Uboqaphela Uma ulisebenzisa ngoba liyakwazi ukukonela izinto zakho. Lisetshenziselwa okuhle nokuphi, Kuya ngokuthi lifikele ezandleni zakabani.

Mkhulu Svunguvungu Siyelapha, silungisa umsamu, siyakugeza siyakusiza mawachithekelwa noma wakhipha isisu...

17/02/2023

Kulaba abadinga umsebenzi nabafisa ukuvula izinto zabo ezivalekile ngicela balethe izibani ( blue,white, yello) ngizobakhulekisa baphathe imali entathu emhlophe🙏🙏🙏

Mkhulu Svunguvungu Siyelapha, silungisa umsamu, siyakugeza siyakusiza mawachithekelwa noma wakhipha isisu...

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Ladysmith?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


11662 Sekusile Street
Ladysmith
3370