Umanka

Umanka

Share

We provide the very best of quality herbal supplement for different ailments. try our herbal supplements and you will understand the power of nature

Photos from Umanka's post 24/05/2026

Indlela elula yokunakekela izinso zakho nsuku zonke!💊 🌿
Ubuza ukuthi ungawasebenzisa kanjani amaphilisi akhandwe ngezithako zemvelo i-Kidney Relief na ?
Ukuzikhandla nokuziphatha ngendlela efanele nsuku zonke kuyisihluthulelo(key) sokunikeza izinso zakho ukwesekwa ezikudingayo!

Nansi indlela yokuthola imiphumela emihle:👍
✅ Uwusebenzise nsuku zonke: Cabanga ngawo njengento ehlanzayo "ehlunga" umzimba wakho nsuku zonke.

✅ Phuza amanzi amaningi: Amanzi angumngane omkhulu wezinso zakho! Asiza ukugeza imfucumfucu esuke ikhishwe amaphilisi ethu.
✅Yenza kube umkhuba: Wubeke endaweni lapho ozowubona khona njalo
✅Iseluleko: Abathengi bethu abaningi bathola ukuthi uma bewasebenzisa kanye nokudla okunempilo—kugxilwe kwi mifino🥬 nokunciphisa usawoti🧂—bazizwa benamandla ngokushesha!

Ingabe usukulungele ukuqala uhambo lwakho lwezempilo?😊
Thola ibhodlela lakho ngo- R140 Sikusiza ngokukuthumelela ngo-PEP Paxi lapho ukhona.

📲 Sithumele i-WhatsApp ku-084 868 8667 ukuze u-ode manje!
Noma vakashela i-online store yethu www.umankapharma.co.za

18/05/2026

14/05/2026
14/05/2026

Celebrating my 10th year on Facebook. Thank you for your continuing support. I could never have made it without you. 🙏🤗🎉

13/05/2026

Nanti I bhizinisi engaziqalela lona NGO 2013 ngihlala Ongoye. Kade ngangiwa ngivuka abantu bengisekela endleleni. Iningi lama khasimende agcine esengama distributor azimele ngenxa yemiphumela ababe wathola. Pho Wena wahambela kude

Uziqalela ngo R1867.00
🌿 Uthole yonke Imikhiqizo ehamboyo kakhulu
🌿 Uhlome ngemifaniswano yokusebenza (marketing materials) ikepisi,iskhwama kanye ne skibha
🌿 Ibhuku lokudayisa kwezokuxhumana (digital catalogue)
Yindaba lizohamba leli bhizinisi?
Angibuze bangaka abantu obaziyo ukuthi bayagula? Labobantu amakhasimende akho lawo.

Kuthatha isikhathi esingaki ukuthola umkhiqizo🤔
3-5 days no Pep Paxi (free)🚘📦

Pho ulindeni ?
Ukuhlala angeke kwenze mehluko

Uyazi sinayo in online store ?
https://www.umankapharma.co.za

Noma uxhumane Nathi Ku
0848688667
Sikhona naku WhatsApp
0848688667

05/05/2026

Ngiyayifaka unozimanga wethu futhi la zitholele impilo buyisa Amandla empilweni yakho namhlanje

UMANKA Herbal Supplements 04/05/2026

La maphilisi awasizi nje kwi zinso kodwa alekelela amalunga wonke omzimba Pho ulindeni
Inani : R140
Mangaki : 30 capsules
Uwathatha ka ngaki : Kanye noma kabili ngosuku

Siyathumela ezweni lonke ngo Pep Paxi
Sithinte 0848688667 (WhatsApp)
Website: https://umankapharma.co.za/shop

UMANKA Herbal Supplements Umanka Pharma is a luxury e-commerce website for herbal supplements.

Photos from Umanka's post 08/03/2026

Ingabe uhlushwa iSinusitis ?

Ingabe uzizwa ikhanda lisinda noma amakhala akho avalekile ngendlela ekuhluphayo? 👃💥 Awuwedwa! Isifo samasinus (Sinusitis) ukuvuvukala kwemigudu yomoya esebunzi nasezihlathini. Uma le migudu ivaleleka, uzizwa sengathi ubuso bakho buyafutha.

Ngaphambi kokuba uphuthume emithini ekhandayo, ikhishi lakho kungenzeka linazo izixazululo! Nakhu ukudla kwemvelo okungakusiza uvule amakhala:

🌿 Uhlu lokudla "oluvula i-Sinus"
I-Turmeric ne-Ginger (Ijinja): Lawa ngamakhambi anamandla okulwa nokuvuvukala. Asiza ekunciphiseni ukuvuvukala ngaphakathi emakhaleni. Zame ngetiye elifudumele!

U-Garlic (U-galigi): Lona u-antibiotic wemvelo. Unesithako esisiza ukulwa namagciwane abangela amakhala avalekile.

Upelepele (Cayenne Pepper): Uma unesibindi, faka kancane ekudleni! Upelepele wenza amafinyila abe manzi ukuze aphume kalula.

Apple Cider Vinegar: Hlanganisa isipuni esisodwa engilazini yamanzi. Ilungele kakhulu ukuhlephula amafinyila anenkani.

U-Phayinaphu: Unesithako esibizwa nge-bromelain, esisiza kakhulu ekunciphiseni ukuvuvukala kwemigudu yomoya.

💧 Amathiphu asheshayo okuzisiza
Phuza Amanzi: Phuza amanzi amaningi kakhulu. Lokhu kwenza amafinyila angabi lukhuni.

Uku Qhuma (Steam): Shisisa amanzi ubeke ithawula ekhanda, ubovumule lowo mhwamuko ofudumele.

Indwangu Efudumele: Beka indwangu emanzi nefudumele emakhaleni nasezihlathini imizuzu embalwa.

Qaphela: Uma izimpawu ziqhubeka izinsuku ezingaphezu kweziyi-10 noma unomkhuhlane omkhulu, sicela uvakashele udokotela!

Sinawo amaphilisi athakwe ngamakhambi emvelo ukuqeda zone lezimpawu pho kungani ungazitholeli eyakho I SINUS C namhlanje.

Buy online www.umankapharma.co.za or whatsapp 084 868 8667.

゚viralシ

24/02/2026

゚viralシ

24/02/2026

Bring back your confidence and youthfulness
Umanka Firming Capsule are herbs blended to make your skin elasticity to be firm and those parts of the body that deteriorate with age

Like and follow us Umanka
And buy proudly South African
Whatsapp 084 868 8667

゚viralシ

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Ladysmith?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Telephone

Address


Ladysmith
3370

Opening Hours

Monday 09:00 - 16:00
Tuesday 09:00 - 16:00
Wednesday 09:00 - 16:00
Thursday 09:00 - 16:00
Friday 09:00 - 16:00
Saturday 09:00 - 14:00
Sunday 09:00 - 16:00