INkatha Freedom Party Nkandla

INkatha Freedom Party Nkandla

Share

Ikhadi esiphongweni 2026 VOTE IFP🔴🟢⚫🟡

Photos from INkatha Freedom Party Nkandla's post 22/07/2026

KZN PREMIER

18/07/2026
08/07/2026

Photos from INkatha Freedom Party Nkandla's post 08/07/2026

30/06/2026

IMPELA ABAHAMBE LIPHEPHE NEDOLOBHA

ENkandla: Sizinzile isimo njengoba kuqhubeka imibhikisho yokulwa nabokufika abangenamaphepha.

Usekela mdidiyeli kwisifunda i-King Cetshwayo uMabhilidi Biyela,uSihlalo we-IFP eNkandla uBhilikida Mpungose,uSekela Nobhala Sandile Mahaye u-Publicity we IFP uSifiso Biyela kanye nabanye abadidiyeli nobuholi bezinhlaka ezahlukene zomphakathi bahlangane namuhla ukuzobheka isimo kanye nokubhekelsla ukuphapha kwezitolo ekuqhubekeni kwamamashi nabaveze ukuthi bayaweseka.

UMeya kaMasipala waseNkandla uCllr Nonhlahla Nzuza ufikile naye ukubheka isimo kanye nokugqugqumezela ukuba kube nokuphepha.

Iqembu le IFP liveze ukuthi iqembu limi nomthetho "ungenawo amaphepha akahambe" nokuthi kuyilungelo labo abantu ukuthi bamashe okufanele kwenziwe ukuqiniswa komthetho.

Isimo besisathule eNkandla selukhu kuqale usuku,amaphoyisa,izinsizwa kanye nobuholi bakhona ukuzinzisa isimo.

29/06/2026

Uphiko lwabantu abasha lwe IFP eNkandla lumi kanje....luholwa ngu Kwenzi Mpundwana.

29/06/2026

Lapha eMhlathuze uXolani Ngwezi ukhethwe ngo 'Elethu' waba nguSihlalo we-IFP Kweisiyingi (Constituency)

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Midrand?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Website

Address


Nkandla Shezi Street
Midrand