Isintu Sethu herbal blends
spiritual and health cleansing and restoration products and services
06/12/2022
Good day
We are running a December special all our combos are 10% off including free delivery at postnet. The 10% also applies on individual products except for delivery.
WhatsApp or call 081 832 9972 to place your order or fpr more information.
15/11/2022
Naku lokhu okuncane ukuthola ngo R150 nje. Kodwa Mina ngihlezi ngikhuthaza ukuthi atleast geza kucala, bese uza la. Kodwa ke if uyageza nawu ke umfana omfushane.
15/11/2022
Yicombo yenhlahla le, luck attraction and purification for business, at work , individually or in relationships. Icacisa igazi, ubeno gazi oluhle, uthandeke, Futhi inhlahla zakho zize kuwe, Phela inhlahla ziyathwetyulwa and ziyavalwa. Kuyenzeka ubhadwe amathunzi amnyama nje, nokuhlala nabantu sinemimoya engafani, abanye bayalandeliswa. Ngu just for control le combo, nje izinto zabantu zidlalele le kude name, uphumelele empilweni.
Iwu R450 and encane (small) is R350
It consists of isiwasho senhlahla mixed with Holly ash, nomkhanya kude, nomlomo mnandi oil. For more information on how to use this, you will have to WhatsApp me.
15/11/2022
Ma uhlutshwa yisbeletho. Unenkinga ye discharge, unama pains esibeletho ngisho nocansi awulithokozeli. You can get itiye lesbeletho elincane liwu R100 elikhulu liwu R200.
Yenza amahloni into yephunga uma ungowesifazane awuzethembi, and kunga kudaleli nkinga, ungatholi ngisho nabantwana. Let's normalize cleansing our selves. Let's take care of our womanhood ♥
Kindly WhatsApp for more information.
15/11/2022
I will try by all means to teach people about the dangers of not cleansing. Ungayithenga yonke intlobo yemithi yenhlahla, ma unga gezile uwumuntu uyadlala. Kuyisdingo ukuthi ugeze khona ukuze izinto zakho zikusebenzele ezinye zifuna abelaphi uqobo.
I will teach all kinds of isichitho and how one get it from. Mina I always advise ama clients ami ukuthi nje ahlale ageze atleast once a month.
*isichitho uyakwazi ukusifumana nomuntu olala naye. You can get it from your sexual partners.
Some will have have a bad body odour or vaginal odour osisi, and get excessive waterery discharge,or even ukhuphe on p***c hair in most cases usuke lowo muntu enemimoya engcolile. Some are lucky to notice when they have isichitho.
*abanye basifumana uma ulele nomuntu ophuphunyelwe yisisu wangagezwa, or oshonelwe wangagezwa. Isichitho siyakwazi ubayi bhadi nje ilifu elimnyama phezu kwempilo yakho, izinto zakho zibenesidina
* abanye ke bayasifakelwa ngozakwabo or intshaba, abanye bavela indumane ebusweni, or isikhumba esibi umzimba wonke, or ukhuphe ebusweni, babene sdina nje. Kuningi.
Ngiyacela sizinakekele, and sizijwayeze ukugeza njalo. Kulula ngoba kuneziwasho nje ongazisebenzisa ma ugeza njalo.
Mabaphile abantu, Thokoza ♥
Get rid of isichitho with my secret blend of herbs. Uyabonakala umuthi othakiwe kahle, bukani Muhle kanjani. Get rid of isigcwagcwa, isichitho sephunga, isichitho sendumani, ngalo zonke ziyakhala.
15/11/2022
Isichitho cleansing combo
R500
Delivery Free
Good day
Today is the official launch of Isintu Sethu herbals online store. Isintu sethu herbals deals with spiritual cleansing and healing, general health and restoration.
We use herbal medicine to cure and heal. We offer products as well as other healing services. To name a few, we sell imithi/products for the following:
*Isichitho healing products
*luck and purification products
*Feminine cleansing products
*General health products
Kindly note this is an online store, we have a variety of products. When a client purchases a combo, the delivery is included, free of charge, but when purchasing individual product we charge for delivery fee.
28/08/2022
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Website
Address
Olympus AH
Pretoria
0001
Opening Hours
| Monday | 09:00 - 17:00 |
| Tuesday | 09:00 - 17:00 |
| Wednesday | 09:00 - 17:00 |
| Thursday | 09:00 - 17:00 |
| Friday | 09:00 - 17:00 |
| Saturday | 09:00 - 17:00 |