shumi nomber nomber
Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from shumi nomber nomber, Health/Beauty, Shakashead, Stanger.
07/10/2024
28/01/2024
Kugqokwan konje uma uye postol 🙄 phuthuman nakhu ngzfika late😭😍😍
Yaz ayikho into edlula inhlonipho eskhathin samanje.sesadlula eskhathin sempi . Inhlonipho iyona echaza ubuwena ujatshulelwa nawntwana ezelwe.
Yaz seskhohlwe nawk*th snabantu abadala indlela eskhula ngayo . Iyngane zamanje zehlulwa ukzehlisa uma yonile. Thina sasaz kahle k*t uma wonile noma awonanga kodw umunt omdala uma ekhuluma kmele uzehlise.
Uma ubheka wena uyyobuyela kanjan abe umntwana wesizwe ngoba into elimazayo ilento yomntakaban. Thina uma wona phamb komunt omdala noma ngabe akayena umzali wakho wayekbamba ngenduku lapho uth uyakhala balekele ekhay babuze yini usath yachaza umzali wakho aythele kakhulu.
Macabang ksayobuye kshintshe kodw?
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Website
Address
Shakashead
Stanger