Ndambane sigaya imithi neziwasho.

Ndambane sigaya imithi neziwasho.

Share

Siyalapha siyahlola sithaka nemithi

14/07/2026

Sanibon ngicela nilike, follow and share this page ukuze likhule ikhasi ngiqhubeke ngishere imithi nolwazi

14/07/2026

Sanibonani sekade yagcinana nayi induku encane sigeze idlozi nomsamo
Umgadankawu
Usolo
Umathunzentaba
squnga
Mpila
Hambo geza esigangeni uchele nomsamo wakho lapho usebenzela khona ubuye ungene kumuthi omhlophe uphakamise mawuqeda ukugeza/ukuhlambulula imimoya
Umkhanyakude
Umavula
Umadlozana
Manz amhlophe
Nhlanhlemhloph
Iphamba
Hlalanyosi
Mzaneno
Sodela
Amaphakama wonke
Sheshalifike
Cacane
Hlangganise ugqume ugeze uchele futhi ubiza abakini ucela izinto zivuleke zikhanye ukhulume impelq kuzovulek if unombuzo ungabuza

22/02/2026

hunting for inhlola

22/02/2026

camagu

26/01/2026

Isbunge sebusiness sokudonsa
Ĺucky sticks
Ihlalanyosi
Umkhanyakude
Uzamlandela
Urosilina
Imali egayiwe
Maliyavuma
Mavula kuvaliwe
Nhlanhl emhlophe
Amafuth enhlwathi egreen
Amafuth ehalakavum
Amafuth kamantindane
Amafuth ephiyano
Hlanganisa konke wenze ibaso/sbunge

24/01/2026

Asivule lonyaka ngezinduku nithini? please like and share ngizothaka...

16/04/2025

Nali ulwazi oluncane kungani abantu sometimes behamba namanzi. Amanzi ayinto ejulile kakhulu kunemimoya eminingi ephila emanzini yingakho kumele ubenamandla uzile uma uyakhona uzile uphahle ukhulek ngempela ngoba akudlalwa emanzini angek uthi ubuya kwaboyfriend or girl friend uvukel emanzini to summon spirits noma ngith uyonyakazisa imimoya. Yingakho unokuthola kuthiwe isangoma esithile besiye empophomeni noma esiziben sangabuya satholakal after 3 day or a week sesishonile. Yingoba miningi imimoya etholakala lapha khona dark spirit and good spirits ukhumbule kunabantu mabehlulwa izinto zabo amabhadi zilwane izithwalo bazishiya khona emanzini. Ikakhulu abathwele uyakwaz ukunikwa into yokuphila kuthiwa uyibeke umfulen vele suke ilinde umuntu ezodonsa ngaye yingakho kwezinye izindawo kuthiwe umfula othize akungenwa kuwona akusondelwa nhlobo skhathi esiningi suke kuyinyoka yomuntu othwele isebenza ngegazi. Kukancane umnikaz wamanzi inkanyamba ikusukele ungezanga ngokubi isbonelo uzozikhela amanzi kuyenzek umbone umnikaz wamanzi unganaki nokuth nguye ubuye umqonda usuhambile kuleyo ndawo. Ngakho kubalulekile ukuthi uzile ngaphamb kokuya emfuleni futhi uqaphele nemimoya oyibizayo mawulapha ngoba one mistake uzobiza imimoya engalungile uthi wena bewuyophahla kanti ulande ibhadi zibhede kakhulu izinto kunakuqala yingakho kumele ube strong spiritual before usiya otherwise uzobane nkinga

16/04/2025

Khathibesonga
Nkomfa
Ufake nomanyazini ukuphek kubile uthobe inyawo for ibekelo noma umeqo

04/04/2025

Nawu owecala emsebenzini (hearing)
Mpikayiboni
Phayibashimane
Mpunyu
Calakalithethwa
Ndabulavalo kancane
Nkungwini
Futha ubuye uphalaze ngawo bese uthatha umphalazo uyowuchith egatin lana kungen khona wonke umuntu usho ukuthi awuna cala ufak umphalazo esgubhin esincane uye nawo emsebenzini uthele khona egatin or emyango esi ready kubayi700

20/10/2024

Lucky soup also available for ukuphakamisa inhlanhla ukuvula izinto zakho kukhanye ivula nenhlanhla yomsebenzi uthandeke nasebantwin nakumuntu wakho

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Stellenbosch?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


Kayamandi
Stellenbosch
7600

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ndambane sigaya imithi neziwasho. posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Subscribe

We will notify you when anything happens in Stellenbosch.