No one Knows My Pain
Akekho owazi ubuhlungu engbuzwayo
Empilweni ngfunde ukuth ungambothemba umuntu ngsho owakini imbala. Umuntu uyinyoka
Ngjulise Nkosi othandwen lwakho yandisa ukukholwa kwam thathu uqobo lwam nakho konke okwam Baba ngyavuma
Ubuhlungu engke ngbuzwe empilweni angbufisel omunye umuntu. Nkosi ithemba lam nglibeka kuwe 🎇✨🤩🤗
Ngbonga Impilo Kimi nomawam nezingane Dankie mdali ❣️❣️❣️❣️
Ngyamsaba umuntu wesilisa ekuben uvikelwa uyena akukhosele ngoba ufana nengane kuyena uyinto ekumele ihlezi itotoswa, utefe futh kuyena ngsho uzwa ubuhlungu fanele akunakekele kodwa abanye babo bakwazi ukubulala baphinde badlwengule Kant soneni kangaka somandla ngithi sekwanele manje sikhathele ilezigameko sesikhale kakhulu manje kwanele asaz szophephelaph ilizwe malibheduka kanje 😭😭
Emhlaben sibuthwele ubunzimA uyaz umuntu wesilisa uyashintsha, kodwa ungambulala kanjan umawezingane zakho ohamb kwazo hhey ngyamsaba umuntu wesilisa yinja nja
Wena Nkosi uyazi
Ukube ngangazi manje ngyazisola
11/09/2021
Sphamandla Thabani Mthembu
Ngbonga impilo kumina nomdeni wam
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Telephone
Website
Address
Umlazi
Alerts
Be the first to know and let us send you an email when No one Knows My Pain posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.