OSHY.M

OSHY.M

Share

�IMBONGI YOTHANDO❤️

13/03/2023

😩Ngithe kuye ngiyamthanda❤️, Wavele wakhala😭, Wathi kodwa uzongithanda kanjani sengimanikiniki nginjena💔, Wathi mina Cebo iluphi uthando engisayokunika lona senginjena😭💔, Ngathi kodwa... Wathi cha Cebo, akusiwena iphutha lana😭, Inhliziyo yami ayisenalo uthando, nje kuphela igwcele inzondo nentukuthelo😭, Uthi umzimba wami awuselona ithempeli likaNkulunkulu kodwa sekwaba ithempeli lomdlwenguli💔😭😩, Ngizizwe zifika kimi inyembezi😭ngasondela kuyena ngithi ngiyamanga😩, Wathi Cebo ngicela ungangithinti, umzimba wami ugcwele izilonda, unamanxeba, kanye nezibazi😭, Hleze kwenzeke uthi uyangithinta ngithunukale😭, Kanti nesandla somuntu wesilisa nje ngiyasesaba😩, Uthi Cebo lesandla engangithi siyongivikela yisona esangizwisa ubuhlungu😭💔, Cebo angeke ukwazi ukungithanda kwanami sengiyazenyanya💔😭...

Uthi ngike ngazama ukuthanda❤️, Ngiphushwa yinhliziyo ngoba imizwa yasala kumdlwenguli😭, Kodwa nalomuntu ebengithi hleze enze kancono😊❤️, Uvele wavusa amanxeba😭, Cebo ubeke aziphoqelele kimi😩, Ngithi ngiyanqaba athi kuyafana vele sebangidlwengula pho nginqaba nani😭💔, Ngiyaxolisa Cebo ukuthi ungifice sengingasenalo uthando 😭, ngiyaxolisa ukuthi ungifice sengingasenalo ithemba😭, Cebo ngiyaxolisa ukuthi ungifice sengimanikiniki😭, Mhlambe Cebo ukhona ongafani nami ongamthanda😭💔😩

Ngithe kuye ngiyamthanda❤️, Wavele wakhala 😭Wathi kodwa uzongithanda kanjani sengimanikiniki nginjena 😭❤️😩💔...

12/10/2022

Niyafuna nginihlebele bo-girl!!!!🤭 Thulake🤫 ulalele.

Yazi nina most of you nibahle, nimi kahle, niyahlonipha, niyile- quality edingeka emzini yobaba bethu. But nansi inkinga yenu>>>

Nina nixhashazwe abantu enanibathanda not ababenithanda, remember awuyixhaphazi into oyithandayo, if babenithanda ngabe nihleli emshadweni nabo 🤞.

Shiiiiiiiii🤫 lalela. Umuntu wesfazane akadelelwanga ukuthanda but wadalelwa ukwamukela uthando endodeni ngoba iyona indoda eyi- decider ngomuntu wesfazane.

How do you love umuntu ongakwazi uku- decid ngaye!!! Lalelake ngikuhlebele ngoba awazi.

Umuntu weslisa uthandana nabantu besfazane abaw3 kodwa uyedwa amubona ukuthi angaba unkoskazi wakhe because he is a decider 🤭. But wena muntu wesfazane noma unganamadoda aw3 still you are not a decider ngabo ukuthi imuphi ozokushada because umuntu wesfazane uyena oshadwayo🤭.

If ungenalo ilungelo lokulobola indoda don't love but receive love from konelungelo lokukulobola akushade.

Lalelake advice yami ukuthi ithini. Ngoba vele sebekuxovile emphefumulweni nasemzimbeni wakho, iphupho lakho nelabazali bakho but you still have a chance. VALA NGEZANSI UVULE ENGQONDWENI. LOKHU OKUSELE MUSA PHELA UKUNIKELA NGAKHO BUT BEKELA LO OZOFIKA NEZINKOMO KUBAZALI BAKHO UKUZE NAYE AJABULE NGAWE. Indoda ethi iyakthanda ikhombe kubazali bakho ekhaya ukhohlwe ubumnandi beskhashana 🤞

Kusemhlabeni la girl kfanele uvuke uzthathe uvule ingqondo ungashawa induku eyodwa kaningi.

To be honest to you. Bakhona esike sibabuke ukuthi jaah this is a wife material 💕 but syazithulela nje ngoba bathanda amadoda angenanhloso ngabo that means they enjoying ukuxhashazwa, abanendaba nokuthi abazali babo balinde something great ngabo. ISBUSISO ESKHULU SISEKHAYA KUBAZALI BOSISI🤞

GOD BLESS YOU AND HAVE A LOVELY DAY

25/09/2022

"Ntwana sengimdlile ngiqedile"🍑😪🚮...

No majita asikho is'dingi sokutshela omunye umuntu lokho😪🤞...lomuntu ukuvulele 🍑ngoba ekuthanda futhi ekuthemba💔😪 pho why ulokhu umkhuluma kubangani bakho?😪...or ukuthembeka kwakho ukuhlambalaza umuntu?😩Lomuntu uk'nika🍑ngoba enethemba lokuthi kuzoba indaba yenu noyi 2😩💔...or lababantu obatshelayo uthi bayozama inhlanhla nabo🍑😩?

Majita akukho fair uk'lala nomuntu uqede uyotshela abangani bakho😪while kuye uthi uyamthanda😩💔or ukuthanda kwakho ku involver abanye abantu?😩😪Esikwenza nabantu bethu asibatsheli abanye abantu majita😊❤️...cabangela imizwa nes'thunzi sentombazane😻❤️😩🤞...

23/09/2022

❤️😪Uyayazi le pain yoku realize late ukuthi no intombi yakho ibikuthanda❤️ and ibinezifiso ezinhle ngawe❤️🤞 laphoke awusena say senihlukene😪💔 And ayisekho indlela ongenza ngayo ukuthi nibuyelane💔ubasathe uyazama ukukhohlwa ngaye but inhliziyo inqabe😭ucabange ukuthi lezinto abezifisa ngami😩uyofisela omunye umjita manje laphoke inhliziyo isamthanda naye😭🔥❤️lapho yena usekhathele akafuni lutho enawe💔le pain yokumbuka eGlow I phambikwakho lapho awukwazi nokukhuluma naye uyakuziba💔mjita if ubona icherry yakho iyakuthanda❤️🔥😩kuhloniphe lokho❤️🤞umhloniphe naye💔 inhliziyo iyakhathala and uyokushiya one day ngeke kube mnandi😪 besides ukuhlomekisana💔thanda intombi yakho mjita kusanesikhathi😪❤️ kubuhlungu ukubona late ukuthi lomuntu obudlala ngaye ubekuthanda kangakanani😩💔le post ungayibona I useless okwamanje but one day uyoyizwa lento😪🤞mhla wakhula ngokomqondo lento uyoyizwa mhla wakwazi ukuthanda umuntu esengasekho kuwena or ubone ukubaluleka kwakhe esengasekho💔 Respect your partner 😩❤️🔥...

21/09/2022

❤️😪Uyazi Usuke Ungakajoli Kahle😩Uma Ungakaze Ushiywe Umuntu With No Explanation💔😭😫Ubone Usuzitshwa Usale Uzibuza Ukuthi Ngabe Yini Le Engaka Oyenzile😫🤷Kungagcini Lapho Kungapheli Neyinsuku Ubone SePoster iPartner Yakhe Entsha💔😫Kodwa Sometimes We Hurt Our Selves By Investing Kuma Relationship Angayindawo With A Mentality Yokuthi Uzosh*tsha😪Awusoze Wamshintsha Umuntu Kodwa Ushintsha Masekufuna Yena😫😪🤷🤞...

21/09/2022

🤷💔Okubuhlungu Abanye Kupholiswa Ngabo Inhliziyo Abathandwa. Kodwa Bona Bazi Ukuthi Bayathandwa 😪. Kanti Umuntu Usakhipha I Stress Ngawe Uma Esecabange Kahle Usazobuyela Kulona Akamthandayo😪. Wena Bapholisa Ngawe Ikhanda Lapho Wena Umthanda Ngenhliziyo Yakho Yonke💔🤷. Umnike Umzimba Wakho Konke Nothando Lakho Lonke Kanye Nesikhathi Sakho. Ungazi Ukuthi Ngoba Umnika Imfudumalo Wenzela Ukuthi Efudumale Athole Amandla Mase Ebuyela Kumuntu Wakhe🤷💔😪🤞.

20/09/2022

!!❤-Kaziii Nhlabathii ephekweThuNa lika BaBa uyamfudumeza yinii kulezi zimvuLa namakhazaa angakaa💔😭❤!!

10/09/2022

😭😭😭😭

Ngihlehla Nyovana ngibuyela
emuva
Laphes**a khona mina nawe nothando lwethu

Ngihamba ngiqalaza
iphutha Lami ukuth labakuphi kuloluthando lwethu

Ngisho ngoba ngikuthandile
ubonile
Wena uhlulekile ngoba ngidlala iskhwele ngawe

Yini enye engabuye idlale
ngami
Ngoba uyazi ngyakthand angifuni ngawe

Uwena owaziyo ukuth
s**a kuphi mina nawe nempilo

Sis**a lapho
bengenathemba
Nempilo kdw mina nawe
sibenaso isbindi
sokbhekana nempilo

Mina ngikuthande
ngish sengibona
ukuth ngithand idwala
lapha kuwe
Ngaqhubeka ngakuthanda ngabekezela

Ngitshela ukuth lokho
engikushoyo ngyaphupha and ngnamanga

Ngfuna ukuphindela
emuva ngyozivusa
emaphupheni Ami ngiqhubeke ngikthande nase
maphutheni akho

Ngifuna ukuhamba
ngikushiye
Kdw umzimba wam
ufuna izandla zakho
sengathi ungangibamba

Ngicela ungibambe
ungitshele ukuth
Uyangithanda

Kulungile noma
ungangikhohlisa ngyaz
awungithandi kdw inhliziyo Yami ayikwazi lokho

Mofuna ukuhamba
hamba
Uyeke ukulokhu
ungitshela ukuth uyangithanda

Yini eshintshile ngami
ngoba uyazi ayikho
inteshintshile ngami
ngaphandle kwaloluthando engikthanda ngalo
olunamandla

Ngyafisa ngolunye
usuku waz ukuth
kuyini ukuthanda umuntu

Ngoba ukube uyazi
ubuzokwazi ukuth
ngamane kufe wen
kunokuzwisa umuntu
Omuthandayo ubuhlungu

Ubuhlungu bothando
bufana nokulahlekelwa
isitho somzimba

Ubuhlungu obungabekezeleki
sdalo obufana nokufa

Okubuhlungu ilokhu
ukuth ukufa uyafa
kuphel kgcina sekuthiwa kuphelelisiwe konke

Kushabalale konke but
lobuhlungu engibuzwayo bungaqhubeka nam
impilo Yami yonke

Uqhubeka kanjn nokuzwisa
umuntu Omuthandayo ubuhlungu obudla wen noqobo lwakho

Ulungisani kuwe ngaphakathi uzobuyela esmeni sakho ube uweh

09/09/2022

😩❤️Niyabona baningi kanjani abo 'Single Mother' bayashizila bakhulisa ingane bodwa sebebalekile oBaba bazo😪

My opinion is uma nijola anixoxe nabafwethu have deep conversation umfunde ukuthi uyazithandani yini izingane?😪Or unazo yini if yes zingaki,uyazondla yini? Cause I think sometimes nimithela abantu eningabazi kahle😪. Umuntu okwaziyo ukuthi unengane but akaze akabuze nakanye ukuthi iNjani❤️😪?...uthando Lolo?

I know ngeke nibavimbe ukuthi bengakubalekeli ukondle😪 but ningakugwema ukumithela abantu abaWronga😩❤️😪🤞...

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Verulam?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Address


Verulam
250